Inkonzo yomngcwabo kaNathi Mthethwa iyaqhubeka namuhla
Inxusa lase-France kanye nowayenguNgqongqoshe weKhabhinethi, uNathi Mthethwa, uzobekwa endlini yakhe yokugcina namuhla KwaMbonambi, KwaZulu-Natal. Inxusa elineminyaka engu-58 ubudala litholakale lishonile…
