Kuvalwe uN3 eVan Reenens kusha amaloli
Iziphathimandla zikumgwaqo omkhulu u-N3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass lapho kungqopngqe khona amaloli amabili. Kubikwa ukuthi kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kushayisana…
Izwa Umehluko
Iziphathimandla zikumgwaqo omkhulu u-N3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass lapho kungqopngqe khona amaloli amabili. Kubikwa ukuthi kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kushayisana…
INkantolo eNkulu yasePitoli kulindeleke ukuthi yethule isinqumo mayelana nesicelo sikalowo owayenguSomlomo wePhalamende, uNosiviwe Mapisa-Nqakula sokudalula okunye ecaleni lakhe lenkohlakalo. UMapisa-Nqakula…
I-ActionSA ithi ingase ibuyekeze isinqumo sayo sokujoyina uhulumeni wobumbano lukazwelonke uma i-Democratic Alliance(DA) ishiya noma ixoshwa. Kodwa igcizelela ukuthi okusemqoka…
Amaphoyisa omgwaqo agcizelele ngokubaluleka kokufaka ibhande uma usemotweni ngenhloso yokwehlisa izingozi ezibulala abantu emgwaqeni yaseNingizimu Afrika njengoba izwe lilungiselela amaholidi…
Umlingisi oyintandokazi yeningi kuleli uNandi Nyembe osekuphele iminyaka engaphezu kwengu-50 elingisa emidlalweni yakumabonakude usivulele isifuba ngokuqhubeka empilweni yakhe njengamanje. Lo…
Othisha abayitoho nabangasebenzi KwaZulu-Natal bamashele eMnyangweni wezeMfundo befuna ukuqashwa nokuqashwa ngokugcwele. Leli qeqebana elihlanganisa othisha abaqeqeshiwe abathwele kanzima ngokungayitholi imisebenzi,…
Babalelwa ku-12 000 abasolwa ngokuba yizigebengu abavalelwe ezitokisini ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso wamaphoyisa KwaZulu-Natal ngoMashi. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni, uRobert Netshiunda, uthe…
IPremier Soccer League (PSL) isixoshe ngokuphuthuma iRoyal AM Football Club ebhekene nezinkinga. IRoyal AM, ebingaphansi kukasomabhizinisi wesifazane waseThekwini, uShauwn “MaMkhize”…
Abashayeli bezimoto angeke besakwazi ukukhokha ngokheshi uma bevakashele emahhovisi anikezela ngamalayisensi ezimoto esifundazweni sonke. Lokhu kuza ngemuva kokuba uNgqongqoshe wezokuThutha…