Owezabasebenzi ugasele emafemini eMandeni

UMnyango wezabaSebenzi nowasekhaya ugasela osomabhizinisi bakwaSithebe, eMandeni, KwaZulu-Natal.

Izikhulu zibheka ukuthotshelwa komthetho wezabasebenzi kanye nezakhamuzi zakwamanye amazwe ezingenamaphepha emafemini.

OLUNYE UDABA: INehawu iyayingabaza inqubekela phambili mayelana nezidumbu ezingenamnikazi emakhazeni

IPhini likaNgqongqoshe lalo mnyango libambe iqhaza kulo msebenzi.

IPhini likaNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya, uNjabulo Nzuza, lithe abanye abantu banikeze izikhulu izincwadi zomgunyathi.

“Siqinisekisa konke lokho,” esho.

eNCA

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEdit

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *