Kwethulwa izindlela zokunqanda inkohlakalo emingceleni

UMnyango Wezasekhaya kanye ne-Special Investigating Unit (i-SIU) kulindeleke ukuba basebenzisane ekwethuleni Iforamu yokuLawulwa kwemiNgcele kanye nezokuThutha zabokufika ePitoli namuhla.

OLUNYE UDABA: Kunemashi ephikisana nabokufika abakuleli ngokungemthetho eThekwini

Inhloso yalolu hlelo wukuqinisa imizamo yokulwa nenkohlakalo ezindaweni lapho kungenwa khona.

I-ActionSA izwakalise ukugqama mayelana nokubhekana nokufika kwabantu kuleli ngokungemthetho.

Iphinde yasola uhulumeni ngokwehluleka ukuvikela imingcele kanye nokugcina imithetho yezwe.

Okusenkundeli yezokuxhumana i-X:

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *