Kunemashi ephikisana nabokufika abakuleli ngokungemthetho eThekwini

Ababhikishi bamashele e-Durban City Hall, e-KZN beyohambisa incwadi ephikisana nokufika kwabantu eNingizimu Afrika ngokungemthetho.

UMlungisi Ndlovu we-PSA ufuna ukuba kuthathwe izinyathelo ezinqala ngokumelene nabokufika abangenazo izincwadi kanti futhi unxusa ukwesekwa kweSigungu Esilawula Imingcele kanye nokwenyuswa kwezinsiza zamaphoyisa ophiko lwe-SAPS. Ugcizelela ukuthi lokhu akukona ukuhlasela kwabokufika.

UJacinta Ngobese ongomunye wabahlele imashi uthe okwenzeke namuhla kuseyisiqalo, basazoqhubeka kuze kube uhulumeni uyabezwa.

“Akusiyo impu yethu kuphela le kodwa ngeyekusasa lezingane zethu futhi siyazi ukuthi zonke izimpi zinomsusa wazo.”

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitt

One thought on “Kunemashi ephikisana nabokufika abakuleli ngokungemthetho eThekwini

  1. **mitolyn**

    Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *