
Namuhla kugwetshwa uKelly Smith, Jacqen Appolis noSteveno Van Rhyn
Lokhu kuza ngemuva kokuba belahlwe amacala abo, elokuthumba nokushushumbisa indodakazi yakhe, uJoshlin Smith oneminyaka eyisithupha ubudala.
Laba bobathathu babuyele enkantolo ukuze baqhubeke nokuqulwa kwecala ukuze kubekwe usuku lokuqulwa kwecala.
OLUNYE UDABA: Umama kaJoshlin Smith nasolwa nabo balahlwe yicala
Laba abathathu batholwe benecala ngesonto eledlule.
UJoshlin wanyamalala esikhathini esingangonyaka ekhaya lakhe eliseMiddelpos, eSaldanha.
Naphezu kwemizamo eminingi yokufunwa, namanje akakatholakali.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEdit
