
Kudlule emhlabeni iphoyisa ebelisebenzela esikhumulweni sezindiza iKing Shaka, eThekwini, engozini eyenzeke eNanda, enyakatho yeTheku.
Lokhu kwenzeke ngemuva kokuba leli phoyisa lihlulekile ukulawula imoto abeliyishayela lashayisa enye imoto.
OLUNYE UDABA: Kuvulwe awokubulala ngokungenhloso kulandela ingozi eyenzeke ku-N2
Kulimale abanye abantu ababili kule ngozi eyenzeke ngoMgqibelo.
Kubikwka ukuthi kwebiwe isibhamu sephoyisa.
Policeman In Full Uniform Killed In Collision: Inanda – KZNhttps://t.co/ceHBF25Xv7#ArriveAlive @SAPoliceService pic.twitter.com/2RDecqz7Sp
— Arrive Alive (@_ArriveAlive) August 31, 2025
