
Kulindeleke ufakazi omusha esithangamini seKhomishini kaMadlanga.
Lo fakazi uzobizwa ngokuthi uWitness C, futhi kulindeleke ukuthi asekele izitatimende zofakazi bangaphambilini abaziwa ngo-Witness A no Witness B.
La bofakazi bafakaze ngokugxambukela kobugebengu ophenyweni lwamaphoyisa.
Kuvele nobufakazi obeshaqisayo bokufumbathiswa kwamajaji
