
Amakhosi okuyiqembu le Kaizer Chiefs isimemezele abadlali bayo abasha ukuqinisa isikwati sabo kwisizini ka 2024/25,kubadlali abamenyezelwe iChiefs namhlanje kukhona Thabo Cele obegijima kwi Russian Club Fakel, uzokhumbula ukuthi lomdlali ikhono lakhe ligqame kakhulu kwi Kzn Academy, abanye abadlali abasayiniswe iChiefs uTashreeq Morris, Kanye no Glody Makabi obegijima kwiligi yase France eqenjini le Valenciennes.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
