Kushone 2 wabasolwa kudutshulwana namaphoyisa eMlazi
Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili ababefunwa ngamacala ahlukahlukene obugebengu eNanda nakwezinye izindawo. La basolwa babulawe ngesikhathi bezama ukubulala amaphoyisa eMlazi ngoMsombuluko…
Izwa Umehluko
Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili ababefunwa ngamacala ahlukahlukene obugebengu eNanda nakwezinye izindawo. La basolwa babulawe ngesikhathi bezama ukubulala amaphoyisa eMlazi ngoMsombuluko…
Kuzanywa isixazululo sokongiwa kwemali ngokuphenya othisha nabafundi ‘abayizipoki’ ezikoleni zaseNingizimu Afrika. Lokhu kuvezwe nguNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uSiviwe Gwarube, othi banethemba…
Abantu baseNingizimu Afrika abangu-41 bacela usizo kulandela ukweqa endaweni yaseMyanmar lapho abebeshushumbiselwe khona. La bantu bashushumbiswa besuka kuleli beyiswa eSoutheast…
Abashayeli bezimoto baKwaZulu-Natal basalelwge namasonto ambalwa ukuba bashintshele ohlelweni olusha lwezinombolo zesifundazwe(ama-number plate), noma babhekane nenhlawulo. Kubekwe umhlaka-30 November njengosuku…
Owesifazane nendodana yakhe abayizakhamuzi zaseThekwini bamangalela i-HOMii Lifestyle ngemali engaphezu kwengu-R4 million. Lokhu kuza ngemuva kokushona kuka-Andiswa Mantshongo oneminyaka engu-22…
Amaphoyisa agaxe ozankosi indoda okukholakala ukuthi ingumzala wowesifazane owabulawa KwaMashu, enyakatho yeTheku. Isidumbu sowesifazane esishisiwe sitholakale endlini osesigcemeni sakwa-K KwaMashu…
Ukusabalala kwesifo samatele kwenzeke ukuthi uNgqongqoshe wezoLimo nokuThuthukiswa kweziNdawo Zasemakhaya KwaZulu-Natal, uThembeni KaMadlopha-Mthethwa aphinde abize umhlangano wokuzodingida ngezindela namasu okulwisana…
Ummeli wase-Eastern Cape obanjwe ehamba ngesivinini esiphezulu emgaqweni ogwini oluseningizimu ye-KZN uhlawuliswe imali engu-R40 000. Abakwa-Road Traffic Inspectorate bagaxa ozankosi…
I-South African Social Security Agency (Sassa) ichithe imibiko esatshalaliswe ezinkundleni zokuxhumana ethi abahola isibonelelo sikahulumeni bazohola Kabili. Abakwa-Sassa baxwayisa ngokuthi…