Kushone ingane kugingqika itekisi elithutha izingane zasenkulisa
Kushone ingane eyodwa ngenxa yamanxeba amabi ewathole engozini kulandela ingozi yetekisi ku-Idolofiya Road eMount Moriah phakathi kwasePhoenix naKwaMashu, ngoLwesithathu ntambama.…
Izwa Umehluko
Kushone ingane eyodwa ngenxa yamanxeba amabi ewathole engozini kulandela ingozi yetekisi ku-Idolofiya Road eMount Moriah phakathi kwasePhoenix naKwaMashu, ngoLwesithathu ntambama.…
I-South African Breast Milk Reserve inxusa omama abanempilo ukuthi banikele ngobisi lwebele, njengoba isidingo salo sikhula ngamandla. Umsunguli kanye noMqondisi…
Kuyaqhubeka ukuthungathwa kwabasolwa abangu-8 abayamaniswa nesigameko sokubanjwa kwemoto yemali inkunzi okwenzeke namuhla ekuseni ku-N2. Kume nse ukuhamba kwezimoto emgaqweni eduzane…
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal usuqalise uphenyo ngokufakwa kwamakhamera eCCTV ngaphakathi emakilasini esikoleni saseThekwini. Othisha esikoleni Umkhumbane Secondary School eChesterville bathathe isinqumo…
Akasekho emhlabeni umholi nomsunguli weCongress of the People (COPE) uMosiuoa “Terror” Lekota. ULekota udlule emhlabeni esesibhedlela saseGoli namuhla ekuseni kanti…
Kuphoqeleke ukuba kuvalwe umgwaqo omkhulu u-N2 kulandela ukubanjwa inkunzi imoto yemali ngemuba kwezithuba zabo-05:30 namuhla ekuseni. Kubikwa ukuthi oshayasibhamu bavulele…
IKhomishiana kaMadlanga isiphinde yalibaziseka ngemuva kokuba ufakazi obekulindeleke ukuba ethule ubufakazi bakhe engaphumelela ngenxa yokuhlaselwa ukugula. UBrown Mogotsi ubehlelelwe ukuvela…
Isazi sezeMpilo neSayensi yeZilwane esiseNyuvesi yaKwaZulu-Natal (e-UKZN) sinxuse abalimi bezinkomo ukuthi balandele imithetho yokuphepha ngemuva kokuba izilwane zabo zigonyelwe isifo…
Owesilisa ogama lakhe nguGerald Perumal oneminyaka engu-33 ubudala uvele okokuqala enkantolo ngecala elihlobene nelezidakamizwa. uPerumal uboshwe ngesikhathi amaphoyisa eqhuba umsebenzi…