Skip to content
Sat, Aug 8, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Icala likaMeyiwa lihlehliswe ngenhloso yokuthola eminye imininingwane
Izwi98 News

Icala likaMeyiwa lihlehliswe ngenhloso yokuthola eminye imininingwane

Fikile NdabaMay 27, 2025

Icala lokubulawa kowayengukaputeni weBafana Bafana uSenzo Meyiwa lihlehliselwe uMsombuluko, ukuze umbuso ukwazi ukuthola yonke imininingwane yokulandela izimoto ezazisetshenziswa amaphoyisa ngesikhathi…

Intengo yenyama ebomvu ingase yehle, kwenyuke eyenkukhu
Izwi98 News

Intengo yenyama ebomvu ingase yehle, kwenyuke eyenkukhu

Fikile NdabaMay 27, 2025May 27, 2025

Abantu baseNingizimu Afrika babhekene nenkinga yokwenyuka kwentengo yenyama yenkukhu kulandela ukumisa kukahulumeni ukuthengwa kwezinkukhu ezivela eBrazil. Lesi sinyathelo simayelana nokuqubuka…

Kusolwa ukuthi kufe amabhuleki engozini yebhasi oThongathi
Izwi98 News

Kusolwa ukuthi kufe amabhuleki engozini yebhasi oThongathi

Fikile NdabaMay 27, 2025May 27, 2025

UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal uthi kusolakala ukuthi ibhasi eliphonseke ebhulohweni oThongathi, enyakatho yeTheku, namuhla ekuseni, libe nenkinga yamabhuleki ngaphambi kokungena engozini…

SASSA-Kuzobambezeleka izibonelelo zabangaphezu kuka-200 000
Izwi98 News

SASSA-Kuzobambezeleka izibonelelo zabangaphezu kuka-200 000

Fikile NdabaMay 27, 2025May 27, 2025

Inhlangano iSouth African Social Security Agency (Sassa) isikuqinisekisile ukuthi bangaphezu kuka-200 000 abantu abahola izibonelelo zikahulumeni okulindeleke ukuba bambezeleke ekutholeni…

Akasekho emhlabeni ‘uCobra’
Izwi98 News

Akasekho emhlabeni ‘uCobra’

Fikile NdabaMay 27, 2025

Umlingisi waseNingizimu Afrika owawina inqwaba yezindondo uPresley Chweneyagae kubikwa ukuthi akasekho emhlabeni. Lo mlingisi usishiye emhlabeni eneminyaka engu-40 ubudala. OLUNYE…

Kushone bantu abathathu oThongathi ibhasi likhalakathela ngale kwebhulohwe
Izwi98 News

Kushone bantu abathathu oThongathi ibhasi likhalakathela ngale kwebhulohwe

Fikile NdabaMay 27, 2025May 27, 2025

Sekudlule emhlabeni abantu abathathu engozini yebhasi elingene ngaphansi kwebhulohwe osukwini lwanamuhla ekuseni endaweni yasoThongathi. OLUNYE UDABA: Usavaliwe umgwaqo u- R21…

Sitholakale ezimobeni isidumbu sentombazane  yaseMandeni ebidukile
Izwi98 News

Sitholakale ezimobeni isidumbu sentombazane yaseMandeni ebidukile

Fikile NdabaMay 26, 2025May 26, 2025

Umndeni waseMandeni uthi bakuthola kunzima ukubhekana nokudlula emhlabeni kwendodakazi yawo. Isidumbu sikaXolile Mpanza ebesesonakele sitholwe eduzane nasezimobeni ekuqaleni kwempelasonto. Isisulu…

UMalema uthi uRamaphosa wehlulekile ukuvikela iculo ‘bulala iBhunu’
Izwi98 News

UMalema uthi uRamaphosa wehlulekile ukuvikela iculo ‘bulala iBhunu’

Fikile NdabaMay 26, 2025May 26, 2025

Umholi we-EFF uJulius Malema uthi uMengameli Cyril Ramaphosa wehlulekile ukuvikela ukuculwa kwengoma yomzabalazo ethi, Bulala ibhunu, Bulala Umlimi. “Ezobulungiswa sezizivezile…

Kusinde ingane, 7, kusha kubo
Izwi98 News

Kusinde ingane, 7, kusha kubo

Fikile NdabaMay 26, 2025May 26, 2025

Kushone amalungu omndeni ayisithupha ngemuva kwelangabi emjondoloyaseMarikana Kwathema, eMpumalanga yeGoli. Abosizo lokuqala bathi ngesikhathi befika endaweni yesigameko ngezithuba zabo-03:00 ekuseni,…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM