I-Video: UZuma uthi ujabulile ngohambo lwaseNdiya
Owayengumengameli kuleli uJacob Zuma uthe ukholelwa ukuthi manje “unamandla” kanye nogqozi lokuwina ukhetho oluzayo lohulumeni basekhaya ngemuva kokuvakashela ithempeli lamaHindu…
Izwa Umehluko
Owayengumengameli kuleli uJacob Zuma uthe ukholelwa ukuthi manje “unamandla” kanye nogqozi lokuwina ukhetho oluzayo lohulumeni basekhaya ngemuva kokuvakashela ithempeli lamaHindu…
Sekujutshwe i-South African National Defence Force endaweni yaKwaDabeka eClermont, entshonalanga yeTheku, kulandela ukugqekezwa nokutasthwa kwezitolo eziningi endaweni. Kungenelwe izitolo ezimbili…
I-National Prosecuting Authority (NPA), isemukela isigwebo sikadilikajele esitholwe yindoda eneminyaka engu-58 ubudala eNkantolo yesiFunda eMtubatuba, ngemuva kokuba ilahlwe ngamacala amabili…
Kudutshulwe kwabulawa umsolwa obefunwa ngecala lokubulala esigamekweni sokudubulana namaphoyisa eMariannhill namuhla ekuseni. Amaphoyisa ancinzwe indlebe mayelana nokuthi ukuphi umsolwa oyamaniswa…
Kuboshwe abanye abantu abahlanu ngokugqekeza ezitolo zabantu bakwamanye amazwe, beba impahla eyahlunene. Abasolwa abathathu babanjwe ngonogada benkapani ezimele ngemuva kokutholakala…
UMnyango wezeziMbiwa kanye neziNsizakusebenza zikaphethiloli ushicilele ukwehliswa ngokusemthethweni kwentengo kaphethiloli okuzoqala ukusebenza kusukela kusasa, ngoLwesithathu, lwangomhlaka-1 July 2026. Abashayeli bezimoto…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abahlanu mayelana nezehlakalo eziphathelene nokugqekeza amabhizinisi eWoody Glen edolobheni laseMpumalanga eHammersdale namuhla ekuseni. Amaphoyisa ayisukumele ngokushesha…
Ubaba wengane eneminyaka eyisikhombisa ubudala uLathitha Mtolo, owanyamalala emjondolo yaseKokstad, ucela ubulungiswa ngendodakazi yakhe, njengoba uphenyo ngezimo ezizungeze ukufa kwengane…
Kushone abantu ababili bakwamanye amazwe ngemuva kokugwazana bodwa endaweni yase-Isithebe ezintatha zangeSonto. Ngokusho kwamaphoyisa ophiko lwe-SAPS: “Imininingwano etholakale okwamanje ithi…