Skip to content
Tue, Nov 24, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

Uhulumeni wase-KZN uthole indawo yokuhlala eseMontclair ezohlalisa izisulu zezikhukhula
Izwi98 News

Uhulumeni wase-KZN uthole indawo yokuhlala eseMontclair ezohlalisa izisulu zezikhukhula

Izwi LomzansiJuly 14, 2025July 14, 2025

UMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal uthi usuthenge isikhungo sika-R33 million esizobhekelela abakhahlanyezwe yizikhukhula esifundazweni. Lesi simemezelo siza ngemuva kwezinsuku lapho, abantu…

Kuqokwe uCachalia njengeBamba likaNgqongqoshe wamaPhoyisa
Izwi98 News

Kuqokwe uCachalia njengeBamba likaNgqongqoshe wamaPhoyisa

Izwi LomzansiJuly 14, 2025July 14, 2025

UMengameli Cyril Ramaphosa usejube ikhomishini ezophenya ngezinsolo zenkohlakalo ezibhekiswe kuNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu nezinye izikhulu eziphezulu zophiko lwamaphoyisa i-SAPS. URamaphosa…

Inkantolo yaseGqeberha izolalela isicelo soMbuso sokudluliswa kwecala lika-Omotoso namuhla
Izwi98 News

Inkantolo yaseGqeberha izolalela isicelo soMbuso sokudluliswa kwecala lika-Omotoso namuhla

Izwi LomzansiJuly 14, 2025July 14, 2025

Namuhla iNkantolo eNkulu yaseGqeberha izolalela ingxenye yokuqala yohlelo lokudlulisa amacala ombuso mayelana nokuhoxiswa komfundisi waseNigeria uTimothy Omotoso nabanye ababili abekwe…

URamaphosa usungule ikhomishini ezophenya ngokushiwo nguMkhwanazi
Izwi98 News

URamaphosa usungule ikhomishini ezophenya ngokushiwo nguMkhwanazi

Izwi LomzansiJuly 13, 2025July 13, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa usememezele ikhomishini ezophenya ngezinsolo ezenziwe nguKhomishana wamaPhoyisa e-KZN, uNhlanhla Mkhwanazi. Ekhuluma nesizwe ngeSonto kusihlwa, uRamaphosa uphinde wamemezela…

UMalema utshele uRamaphosa ukuthi akaxoshe uMchunu
Izwi98 News

UMalema utshele uRamaphosa ukuthi akaxoshe uMchunu

Izwi LomzansiJuly 12, 2025July 12, 2025

“Akaxoshwe ngokukhulu ukushesha uNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu.” Lona ngumyalezo othunyelwa ngumholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema kuMengameli Cyril Ramaphosa…

Kunxuswa abalandeli be-MKP ukuba babekezele kusahlungwa ongase abengunobhala-jikelele omusha weqembu
Izwi98 News

Kunxuswa abalandeli be-MKP ukuba babekezele kusahlungwa ongase abengunobhala-jikelele omusha weqembu

Izwi LomzansiJuly 12, 2025July 12, 2025

I-MK Party inxuse abalandeli bayo ukuthi babekezele njengoba umholi weqembu uJacob Zuma ephothula ukuqokwa kukaNobhala-Jikelele omusha ozongena ezicathulweni zikaFloyd Shivambu.…

Kutakulwe usana ethoyilethi lomgodi eSundumbili eMandeni
Izwi98 News

Kutakulwe usana ethoyilethi lomgodi eSundumbili eMandeni

Izwi LomzansiJuly 11, 2025July 11, 2025

Kuhlengwe usana oluzelwe ethoyilethi lomgodi ogwini olusenyakatho. Kukholakala ukuthi lolu sana lomfana belunamahora ambalwa luzelwe ngaphambi kokutholakla eSundumbili. OLUNYE UDABA:…

Izisulu zezikhukhula eThekwini zithi zikhathele ukuntantiswa
Izwi98 News

Izisulu zezikhukhula eThekwini zithi zikhathele ukuntantiswa

Izwi LomzansiJuly 11, 2025July 11, 2025

Izisulu zezikhukhula eThekwini, ezikhishwe ehhotela lendawo ngoLwesibili, zithi sezikhathele wukuzulazula. Kulezi zisulu zezikhukhula ezingaphezu kuka-100 kubalwa izingane ezincane nezaguga eziphoqeleke…

UMantashe utshele ongqongqoshe ngokuthi imali yabo yileyo yeholo labo kuphela
Izwi98 News

UMantashe utshele ongqongqoshe ngokuthi imali yabo yileyo yeholo labo kuphela

Izwi LomzansiJuly 11, 2025July 11, 2025

UNgqongqoshe wezokuMbiwa Phansi uGwede Mantashe usenxuse ozakwabo ukuthi bagweme izinkinga kodwa bagxile emiholweni yabo kuphela. UMantashe uxwayise ngokuthi ukwehluleka ukwenza…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube