Skip to content
Tue, Nov 24, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

I-SANBS inxusa umphakathi ukuba uqhubeke nokunikela ngegazi
Izwi98 News

I-SANBS inxusa umphakathi ukuba uqhubeke nokunikela ngegazi

Izwi LomzansiApril 22, 2025April 22, 2025

ISouth African National Blood Service ithi nakuba isitokwe sisezingeni elikahle uma kuqhathaniswa, abantu bayanxuswa ukuba baqhubeke nokunikela njengoba ukudingeka kwegazi…

Libuyela enkantolo elokubulawa kukaMeyiwa
Izwi98 News

Libuyela enkantolo elokubulawa kukaMeyiwa

Izwi LomzansiApril 22, 2025April 22, 2025

Icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa libhekene nenye inkinga futhi. U-Advocate Charles Mnisi, ongummeli omusha kamsolwa nombolo-1 uMuzi Sibiya, ukubeke kwacaca ukuthi…

I-DA ne-EFF izolwa nokunyuswa kwe-VAT enkantolo
Izwi98 News

I-DA ne-EFF izolwa nokunyuswa kwe-VAT enkantolo

Izwi LomzansiApril 22, 2025April 22, 2025

INkantolo eNkulu yaseKapa izolalela isicelo esiphuthumayo sokumisa ukunyuswa kwe-VAT. IDemocratic Alliance (DA) kanye ne-Economic Freedom Fighters (EFF)baletha lesi sicelo. Zombili…

Obeyisoka likaMinnie Dlamini uchithe amahlebezi okungathembeki kwakhe
Izwi98 News

Obeyisoka likaMinnie Dlamini uchithe amahlebezi okungathembeki kwakhe

Izwi LomzansiApril 21, 2025April 21, 2025

Isihlabani sakumabonakude uMinnie Dlamini usephinde wangundaba mlonyeni ngemuva kokuphuma kwezindaba ezithi usehlukene nesoka lakhe elingudokotela, uDktl Brian Monaisa. Lezi zithandani…

Akasekho emhlabeni uPope Francis
Izwi98 News

Akasekho emhlabeni uPope Francis

Izwi LomzansiApril 21, 2025April 21, 2025

Kubikwa ukuthi ushone namuhla ngoMsombuluko wePhasika, ngomhlaka-21 April 2025, eneminyaka engu-88 endaweni ahlala kuyo eCasa Santa Marta yaseVatican. Ngezithuba zabo-9:45…

Ukhalelwe amasongo kaSigonyela “ogwaze wabulala owayeyisoka”
Izwi98 News

Ukhalelwe amasongo kaSigonyela “ogwaze wabulala owayeyisoka”

Izwi LomzansiApril 21, 2025April 21, 2025

Kuboshwe owesifazane oneminyaka engu-31 ubudala ngezinsolo zokugwaza abulale owayeyisoka lakhe eGroblersdal ngaphandle kwasePolokwane eLimpopo. Okhulumela amaphoyisa uMalesela Ledwaba uthe umsolwa…

UMashatile uthi uphephile futhi seluqalile uphenyo
Izwi98 News

UMashatile uthi uphephile futhi seluqalile uphenyo

Izwi LomzansiApril 21, 2025

ISekela likaMengameli uPaul Mashatile lithi alikhathazekile ngokuphepha kwalo ngoba livikeleke ngendlela eqondile njengoba amaphoyisa eseqale uphenyo ngesigameko sokudutshulwa kwezimoto zakhe.…

Umbiko wePhasika: Kulindeleke ukuba ukhuphuke umthamo wezimoto ku-N3
Izwi98 News

Umbiko wePhasika: Kulindeleke ukuba ukhuphuke umthamo wezimoto ku-N3

Izwi LomzansiApril 21, 2025April 21, 2025

I-N3 Toll Concession ithi abashayeli kufanele balindele ukuthi kube nesiminyaminya emgwaqweni u-N3 eningizimu nasenyakatho uma ubheke eGauteng naKwaZulu-Natal njengoba abantu…

Lugxekwe nayiMK uhambo lukaShivambu lwaseMalawi
Izwi98 News

Lugxekwe nayiMK uhambo lukaShivambu lwaseMalawi

Izwi LomzansiApril 21, 2025April 21, 2025

UNobhala-jikelele woMkhonto Wesizwe Party uFloyd Shivambu usezidalelele inkinga ngokuvakashela eMalawi, lapho ahlangane khona nomphrofethi uShepherd Bushiri. Lo mphrofethi nomkakhe babaleka…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube