Bacishe bafinyelele ku-11 000 abantu ababoshwe ngoJune
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abangu-10872 ngamacala ahlukene. Amacala okushaya ngenhloso yokulimaza asalokhu ephezulu njengoba kuboshwe abasolwa abangu-3 278 kwathi abangu-1559…
Izwa Umehluko
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abangu-10872 ngamacala ahlukene. Amacala okushaya ngenhloso yokulimaza asalokhu ephezulu njengoba kuboshwe abasolwa abangu-3 278 kwathi abangu-1559…
Umhlaziyi wezepolitiki, uLevy Ndou, uthi izinguquko ezenziwa njalo zobuholi ku-MK Party ziphakamisa uhlaka olungazinzile. “Okuthintayo wukuthi akekho ozizwa ephephile eqenjini…
Abezicishamlilo nezimo eziphuthumayo kuMasipala weTheku kanye namathimba eZinhlekelele baphuthume emjondolo yakuKennedy Road kuWard 25 ngezithuba zabo-14:00 lapho kuqubuke khona mlilo…
Umndeni kalowo owayeyiSekela likaMengameli ongasekho uDavid Mabuza uthi ushonele egumbini lezimo eziphuthumayo esibhedlela saseGauteng ngesikhathi odokotela bemxilonga ngemuva kokuthola kunzima…
Kudutshulwe kwalimala udokotela ngaphandle kwasesibhedlela iLife Westville, eThekwini. Kubikwa ukuthi maphoyisa asendaweni yesigameko. OLUNYE UDABA: Kusolwa inkabi ngendoda ebulawe eGreenwood…
UMkhonto weSizwe Party (MK) wenze izinguquko ezibalulekile njengengxenye yomkhankaso wokucwaninga amakhono. Umholi weqembu uDkt John Hlophe ukuqinisekisile ukuthi umkhulumeli we-MK…
OwayeyiSekela likaMengameli uDavid Mabuza ushone ngoLwesine. UMabuza usebenze njengesekela likamongameli kusukela ngoFebruary 2018 kuya kuFebruary 2023. UMabuza owake waba yilungu…
Uzonxeshezelwa ngo-R2.2 million owesifazane owashaywa ngenhlamvu yenjoloba esweni langakwesokudla kwadingeka ukuthi ahlinzwe. Lokhu kuza ngemuva kokuthi iNkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika…
Izigebengu zakwamanye amazwe ezigwetshwe emajele kuleli kufanele zidingiselwe emazweni ezidabuka kuwo ukuze ziqede izigwebo zazo kuwona, kusho ungqongqoshe wezokuhlunyeleliswa kwezimilo…