Skip to content
Sat, May 30, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Udilikajele kowesifazane owabulala indodakazi yakhe KwaMashu
Izwi98 News

Udilikajele kowesifazane owabulala indodakazi yakhe KwaMashu

Fikile NdabaNovember 14, 2025November 14, 2025

INkantolo yeSifunda eNtuzuma igwebe owesifazane oneminyaka engu-43 ubudala udilikajele ngokubulala indodakazi yakhe eneminyaka engu-14 ubudala. Isigameko senzeka endaweni yaKwaMashu esigcemeni…

Sekuqalile ukuthungathwa kwabasolwa abadubule 7 babulala 2 eWentworth
Izwi98 News

Sekuqalile ukuthungathwa kwabasolwa abadubule 7 babulala 2 eWentworth

Fikile NdabaNovember 14, 2025November 14, 2025

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aqalise umkhankaso wokuthungatha abasolwa ababalelwa kwababili abadubule babulala abantu ababili kwalimala abanye abayisikhombisa ngesikhathi sesigameko sokudubula esenzeke kuMajor…

Owezemfundo e-KZN ugxeka imibhiyozo ye-Pens down, unxusa imigubho ehloniphekile
Izwi98 News

Owezemfundo e-KZN ugxeka imibhiyozo ye-Pens down, unxusa imigubho ehloniphekile

Fikile NdabaNovember 14, 2025November 14, 2025

UMnyango Wezemfundo KwaZulu-Natal ugxeka kakhulu imigubho eqhubeka minyaka yonke ebizwa ngokuthi yi-Pens down ejwayele ukwenzeka uma kuqedwa ukubhalwa izivivinyo zikamatikulestheni.…

Kuxwayiswa abase-KZN ngemvula enamandla kule mpelasonto
Izwi98 News

Kuxwayiswa abase-KZN ngemvula enamandla kule mpelasonto

Fikile NdabaNovember 14, 2025November 14, 2025

UNgqongqoshe Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba zoMdabu KwaZulu-Natali, uMfundisi uThulasizwe Buthelezi, usebeke wonke amathimba abhekelele izinhlekelele ukuba ahlale eqaphile kuzo zonke izindawo…

Uthela izithelo ezinhle umsebenzi owenziwa yiPeWG wokulungisa ingqalasizinda eThekwini
Izwi98 News

Uthela izithelo ezinhle umsebenzi owenziwa yiPeWG wokulungisa ingqalasizinda eThekwini

Fikile NdabaNovember 14, 2025November 14, 2025

IPresidential eThekwini Working Group osukwini lwayizolo, ngoLwesine ibiphumile ukuyohlola isimo somsebenzi wokulungiswa kwengqalasizinda nokuwumsebenzi wokuqinisekisa intuthuko edolobheni laseThekwini. IPeWG esinezinyanga…

IZITHOMBE: Ibheke empumelelweni iMlazi International Film Festival
Izwi98 News

IZITHOMBE: Ibheke empumelelweni iMlazi International Film Festival

Fikile NdabaNovember 12, 2025November 12, 2025

UMlazi International Film Festival (UIFF) yethule ngokusemthethweni uhlelo lwayo i-4th Edition yonyaka ka-2025 eMangosuthu University of Technology, eMlazi ngoLwesibili. UMlazi…

Sibhekwe ngabomvu isabelomali sikaGondongwana namuhla
Izwi98 News

Sibhekwe ngabomvu isabelomali sikaGondongwana namuhla

Fikile NdabaNovember 12, 2025November 12, 2025

UNgqongqoshe WezeziMali u-Enoch Godongwana uzokwethula iSitatimende Senqubomgomo Yesabelomali Sesikhathi Esimaphakathi phecelezi i-Medium Budget Policy Statement (i-MTBPS) namuhla njengoba kunezicelo zokushintsha…

IZITHOMBE: Amaphoyisa abambe abakhiqizi botshwala obungekho emthethweni eMlazi
Izwi98 News

IZITHOMBE: Amaphoyisa abambe abakhiqizi botshwala obungekho emthethweni eMlazi

Fikile NdabaNovember 12, 2025November 12, 2025

Amaphoyisa athole indawo lapho kukhiqizwa khona utshwala bohlobo lukagologo i-Vodka obungekho emthethweni. Kuthiwa kuxutshwa i-ethanol namanzi ifakwe ebhodleleni le-Smirnoff lapho…

Abukho ubungozi obenziwe ngokubuyisa izelamani zakwaNdimande kuleli
Izwi98 News

Abukho ubungozi obenziwe ngokubuyisa izelamani zakwaNdimande kuleli

Fikile NdabaNovember 12, 2025November 12, 2025

Izelamani zakwaNdimande zifike eNingizimu Afrika zisuka Eswatini ukuzobhekana nengalo yomthetho. USiyabonga noMalusi Ndimande batheleke kuleli izolo bezovela okokuqala ngaphambi kweNkantolo…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.