Isezikhindini indoda etholwe netshe lemali emabhokisini ezicathulo eKZN
Amaphoyisa abophe indoda eneminyaka engu-42 ubudala ngemuva kokuba ethola imali engaphezu kuka-R1.1 million ifihlwe emabhokisini ezicathulo emotweni yayo yohlobo lwe-Ford…
Izwa Umehluko
Amaphoyisa abophe indoda eneminyaka engu-42 ubudala ngemuva kokuba ethola imali engaphezu kuka-R1.1 million ifihlwe emabhokisini ezicathulo emotweni yayo yohlobo lwe-Ford…
Umsolwa wesibili oboshwe mayelana necala lokushushumbisa abantu nelafaka usomabhizinisi waseThekwini enkantolo, uvele okokuqala eNkantolo yeMantshi yaseThekwini namuhla. URangasamy Naidoo, oneminyaka…
Kudlule emhlabeni umuntu oyedwa oshe nendlu kwathi omunye waphuthunyiswa esibhedlela endaweni yaseChatsworth, namuhla ekuseni. Abezicishamlilo baseThekwini i-Fire and Emergency Services…
Bazovela namuhla eNkantolo yeMnatshi yaseThekwini abasolwa abababili ababoshelwe ukudayisa izidakamizwa kanye nokutholakala nesibhamu esingenalayisensi kanye nezinhlamvu eMayville ngoLwesine ebusuku. Abasolwa…
Amaphoyisa ophiko loKlebe abophe umuntu wesibili ngamacala okushushumbisa nokuthumba. Le ndoda eneminyaka engu-48 ubudala izinikele emaphoyiseni aseDurban North ngoLwesine. Ukuzinikelwa…
Indoda eneminyaka engu-65 ubudala ivele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ngoxhaxha lwamacala okubalwa kuwona ukushushumbisa abantu. Amacala abhekene nale ndoda kubalwa ukushushumbisa…
Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela usomabhizinisi owaziwa kakhulu waKwaZulu-Natal ngamacala okushushumbisa abantu kanye nokuthumba. Igama lalo somabhizinisi selivele Kabili, kwiKhomishana kaMadlanga kanye…
I-Statistics South Africa (Stats SA) ithi kulahleke eminye imisebenzi engu-16 000 kwikota yesibili yonyaka. URisenga Maluleke, oyi-Statistician-General kwa-Stats SA, ukhiphe…
Inhlangano yabalimi, i-African Farmers Association of South Africa (AFASA) ithi abalimi baKwaZulu-Natal abakabiki zehlakalo ezinkulu kuze kube yimanje I-AFASA e-KZN…