UThabo Bester uphikisana nokudluliselwa kwakhe ejele eliKwaZulu-Natal
Kulindeleke ukuba umbulali nomdlwenguli olahlwe yicala uThabo Bester aye eNkantolo Ephakeme ePitoli namuhla ukuze enze isicelo esiphuthumayo sokuphikisa ukudluliselwa kwakhe…
Izwa Umehluko
Kulindeleke ukuba umbulali nomdlwenguli olahlwe yicala uThabo Bester aye eNkantolo Ephakeme ePitoli namuhla ukuze enze isicelo esiphuthumayo sokuphikisa ukudluliselwa kwakhe…
Njengoba kulindeleke ukuba kwethulwe iNkulumo Yesizwe kuleli sonto, kunezicelo zokuthi uMengameli uCyril Ramaphosa athathe isinyathelo esiphuthumayo ngokwanda kokungabibikho kwemisebenzi yabantu…
Indoda yesibili esolwa ngokubulala uWarrick Stock, obaziwa kakhulu ngelika-DJ Warras, izovela enkantolo namuhla ukuyofaka isicelo sayo sebheyili. U-Armindo Pacula odabuka…
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uMbali Shinga, namuhla uzovakashela umndeni wakwaKhumalo othinteke ngokubulawa kwezingane ezintathu ezincane endaweni yaseLulwane (eSithembele) eManguzi, ngaphakathi…
Umsakazo womphakathi IzwiLomzansi 98.0 FM welule isandla esikoleni ebesikhala ngokushodelwa wupende njengoba bekunegxenye yamakilasi abengapendiwe, ngemuva kokuthola uxhaso lukahulumeni. Lesi…
KuThuladu Mngadi, ukudla akugcini ngokuba mnandi nokuba nomsoco kuphela kodwa kusho lukhulu—kuli gugu, umuzwa wothando nendlela yokuxhumana. Njengomsunguli weFresh Food…
Imindeni yezisulu ezingu-11 zengozi eyenzeke eSiphingo ngesonto eledlule seziwahlonzile amalungu emndeni yazo. UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal uthi basizwe ngabaphenyi ePark Rynie…
I-African National Congress KwaZulu-Natal ithi noma yisiphi isiphakamiso sokushintsha igama lesifundazwe kuzodingeka sihambisane nenqubo yomthethosisekelo neyomthetho. Lolu daba lube wudaba…
UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo, uthi isinqumo sokudlulisela umbulali olahlwe yicala uThabo Bester kanye uVusimuzi “Cat” Matlala osolwa ngokuba ngungqondongqondo wobugebengu sisekelwe…