Skip to content
Sat, Oct 3, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

I-SA Men’s Run izolwisana nokuhlukumezeka kwamadoda eThekwini
Izwi98 Sports

I-SA Men’s Run izolwisana nokuhlukumezeka kwamadoda eThekwini

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Kubhekwe ukuthi linyuke izinga lomjaho oba minyaka yonke wokubungaza abantu besilisa nokubakhuthaza ukuthi bezivocavoce ngasosonke isikhathi ukuze behlezi bephilile nemzimba…

Ubhekwe ngabomvu umdlalo wokuqala weMamelodi Sundowns kuFIFA Club World Cup
Izwi98 Sports

Ubhekwe ngabomvu umdlalo wokuqala weMamelodi Sundowns kuFIFA Club World Cup

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Sekubalwa amahora ambalwa ngaphambi kokuthi kuqale umdlalo omkhulu wokuqala weMamelodi Sundowns kanjalo neqembu lase South Korea i-Ulsan HD kumqhudelwano weFifa…

Intsha ithi ikhathele ukuthenjiswa ngemisebenzi engekho
Izwi98 News

Intsha ithi ikhathele ukuthenjiswa ngemisebenzi engekho

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Intsha yase-Indian Centre emijondolo yase-Potchefstroom ithi uSuku Lwentsha alusho lutho kuyo. Umphakathi ubhikishe ngaphambi kokuvakasha kweSekela likaMengameli uMnuz Paul Mashatile…

Zuma: Sesibe noNobhala-Jikelele abaningi, asincengani
Izwi98 News

Zuma: Sesibe noNobhala-Jikelele abaningi, asincengani

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Umholi we-MK Party (MKP) uJacob Zuma usethathe izintambo ngokumelene namalungu angaziphathi kahle, egcizelela ukuthi akekho ongaphezu kweqembu. Ekhuluma namalungu eChristianenburg…

Owezokuthutha e-KZN ubuyekeze isibalo sabashone engozini yebhasi safinyelele ku-10
Izwi98 News

Owezokuthutha e-KZN ubuyekeze isibalo sabashone engozini yebhasi safinyelele ku-10

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal ukuqinisekisile ukuthi isibalo sabantu abashone engozini eyenzeke ngoLwesibili ekuseni e-R34 ngaseVryheid enyakatho ne-KZN sesibuyekeziwe sisuka ku-12 saya…

Uchwepheshe: Ubunzima bezomnotho bubhebhezela ukwanda kwe-HIV kubantu besifazane
Izwi98 News

Uchwepheshe: Ubunzima bezomnotho bubhebhezela ukwanda kwe-HIV kubantu besifazane

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Uchwepheshe wezokwelapha uyamanise ukwanda kokutheleleka nge-HIV kwabesifazane abasebasha, ezenhlalo nezomnotho. UMqondisi we-UNAIDS uWinnie Byanyima uzwakalise ukukhathazeka ngokudlondlobala kwezifo kwabesifazane abasebasha.…

I-EFF iqinisekise ukuthi abashone engozini yebhasi eVryheid bangabalandeli beqembu
Izwi98 News

I-EFF iqinisekise ukuthi abashone engozini yebhasi eVryheid bangabalandeli beqembu

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Okhulumela i-Economic Freedom Fighters (EFF) uSinawo Thambo ukuqinisekisile ukuthi ibhasi elibandakanyeke engozini eyenzeke emgwaqeni u-R34 belithwele abalandeli beqembu libabuyisela eVryheid…

Kulindeleke ukuba bavele enkantolo abasolwa ngokukhwabanisa omazisi eKZN
Izwi98 News

Kulindeleke ukuba bavele enkantolo abasolwa ngokukhwabanisa omazisi eKZN

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Sekuphinde kwaboshwa abanye ababili mayelana necala lokukhwabanisa omazisi nezinye izitifiketi eThekwini. Abasolwa abayisikhombisa kulindeleke bavele eNkantolo Yamacala Ezohwebo eThekwini namuhla,…

Kushone abangu-12 engozini yebhasi ngaseVryheid
Izwi98 News

Kushone abangu-12 engozini yebhasi ngaseVryheid

Fikile NdabaJune 17, 2025June 17, 2025

Kushone abantu abangu-12 ngemuva kokuba kushayisane iloli nebhasi ku-R34 ngaseVryheid emuva kwamabili ezintatha. Kusolwa ukuthi iloli lishayisane nebhasi kanti njengamanje…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.