
Umdlali ongaconsi phansi kwi-Orlando Pirates uMonnapulang Saleng iyaqina imibiko yokuthi lo mdlali engase elandele umqeqeshi uJose Riveiro eqenjini le-Al alhy.
Lo mdlali kule sizini akabonakalanga emdlalweni ebalulekile kweZimnyama nobekungacaci ukuthi kwenzakalani ngaye kanti ezike zavela ukuthi lo mdlali unenkinga ezikhona zenkontileka yakhe ne-Orlando Pirates.
OLUNYE UDABA: Akukacaci ngekusasa likaDeon Hotto kwiPirates
Abalandeli be-Orlando Pirates bakhale kakhulu ngokungabi khona kwalo mdlali njengoba ezimnyama ziphuthwe ukungena kowamanqamu eCAF Champions League, baphinde bahluleka ukushaya omkhaya babo iKaizer Chiefs kowamanqamu eNedbank Cup.
IPirates obekubhekwe ukuthi ithathe isicoco seligi kule sizini, iqede endaweni yesibili.
Akuyena yedwa uSaleng okuthiwa angase elibangise kwi-Al ahly njengoba negama likaMbekezeli Mbokazi nalo livela ukuthi elandele uRiveiro.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit

**mitolyn reviews**
Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.