Akukacaci ngekusasa likaDeon Hotto kwiPirates

Umdlali we-Orlando Pirates uDeon Hotto kubonakala ezodayiswa mahhala uma kuphela isizini njengoba ephelelwa inkontileka yakhe naleli qembu.

UHotto ufike kweZimnyama ngonyaka ka-2020 kanti ungomunye wabadlali asebesize i-Orlando Pirates ngokuhhola izindebe ezahlukahlukene.

OLUNYE UDABA: Jessica Motaung: Akayi ndawo uNabi kwiChiefs

Njengamanje akakho okusakhulunywe izikhulu zePirates ngalo mdlali njengoba inkontileka yakhe iphela.

Ukuphela kwenkontileka kusho ukuthi lo mdlali engajoyina noma yiliphi iqembu.

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *