
Iqembu leGolden Arrows sekuvele izindaba zokuthi isixoshe uKnox Mutizwa Kanye noThabani Zuke.
Akucaci kahle imbangela yokuxoshwa kwalaba badlali kodwa ngokwemithombo kuvela ukuthi uMutizwa uxoshelwe izizathu eziningi kokunye ukungadlali ngendlela efanele nokwehlisa izinga lokuphefoma.
OLUNYE UDABA: Ukhonjwe indlela umqeqeshi we-AL Alhy ehlulwa yiDowns kwi-CAF
UThabani Zuke yena kuvela ukuthi wenze isivumelwano naMazulu ekubeni esadlala kwi Golden Arrows.
Abafana besthende bakhomba indlela la badlali nje basemkhankasweni wokuqeda isizini endaweni encono kakhulu njengoba ngesizini edlule baphuthwa ukungena kwitop-8 kanti njengamanje bahlezi kunombolo-12 kwiligi ngamaphuzu angu-26.
– Andile Andizo Mthembu
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEditEdit
