Wesabela impilo yakhe osinde ekudutshulweni eThekwini
Osinde esigamekweni sokudubula okushone kuso omunye wabasebenzi bakwaMasipala weTheku uthi usehlalele ovalweni njengoba imbangela yokubulawa kwalo msebenzi kungakacaciswa. Lo wesifazane,…
Izwa Umehluko
Osinde esigamekweni sokudubula okushone kuso omunye wabasebenzi bakwaMasipala weTheku uthi usehlalele ovalweni njengoba imbangela yokubulawa kwalo msebenzi kungakacaciswa. Lo wesifazane,…
Inyunyana yamaphoyisa iSouth African Policing Union ikushayele ihlombe ukusungulwa kwekhomishini ezophenya ngezobulungiswa, ikubize ngesinyathelo esibheke endleleni efanele. UMengameli uCyril Ramaphosa…
Kulindeleke okunye okubandayo ukuthi eNingizimu Afrika yonke ngasekupheleni kwaleli sonto. Ngokusho kweSouth African Weather Officer, izakhamizi zaseWestern Cape kumele zilindele…
Abahleli bemashi yanamuhla yokweseka uKhomishana wamaPhoyisa e-KZN uNhlanhla Mkhwanazi bathi balindele amakhulu abantu abazoba yingxenye yale mashi. Abamashayo bazosuka eCurries…
Isifo samatele sisaqhubeka nokusabalala ezweni lonke. Isigameko sakamuva sesifo esihlasela imfuyo sitholakale epulazini lezohwebo endaweni yaseKroonstad State Veterinary. Ile ndawo…
Ezinye izakhamuzi zaseMontclair, eningizimu yeTheku, zithi bekufanele kuxoxiswe nazo ngaphambi kokuthi uhulumeni waKwaZulu-Natal athenge isikhungo esizohlalisa abakhahlanyezwe yizikhukhula. NgeSonto, uNgqongqoshe…
Kushe umuzi eMontclair, eningizimu yeTheku. Abezicishamlilo bachithe amahora ambalwa bebhula umlilo kuGlen Road ngoMsombuluko ekuseni. UCraig Peters, okhulumela abezicishamlilo, uthe…
Abalandeli beqembu loMkhonto weSizwe bagcwale izitaladi zaseGoli beseka uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uMnuz Nhlanhla Mkhwanazi. Le mashi ingeyokuqala esikhathini esingangesonto semibhikisho…
INgonyama Trust Board isiqalile ukubuyisela imali kubahlali abakhokha imali yomqasho esivumelwaneni esinqunywe yiNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu esingekho emthethweni. UMkhandlu Wokuthuthukiswa Komthethosisekelo…