Uyagcina ukuzwakala kwiVuma FM uJacinta Ngobese-Zuma kule nyanga
Umsakazi ophinde abe yisishoshovu uJacinta Ngobese-Zuma ukhonjwe indlela wumsakazo iVuma FM, okuyisiteshi asesebenze kuso iminyaka eyisithupha. Isimemezelo senziwe nguyena uJacinta…
Izwa Umehluko
Umsakazi ophinde abe yisishoshovu uJacinta Ngobese-Zuma ukhonjwe indlela wumsakazo iVuma FM, okuyisiteshi asesebenze kuso iminyaka eyisithupha. Isimemezelo senziwe nguyena uJacinta…
NgoMgqibelo ebusuku bekubanjwe umcimbi obusunesikhathi ulindelwe wokuklomelisa abenza kahle emkhakheni wezamafilimu nakuthelevishini, umcimbi wama-12th Simon Mabhunu Sabela KZN Film &…
ISekela likaMeya weTheku uKhansela Zandile Myeni uvakashele emjondolo yakuKennedy Road eyobheka umonakalo olahlekelise izakhamuzi ezingu-150 ngendawo yokuhlala. Lokhu kuza ngemuva…
Umdlalo omusha we-Ettifaq uMohau Nkota osanda kushiya i-Orlando Pirates sekusabalale amavideo akhe lapho khona eziqeqesha nozakwabo eSaudi Arabie. Okugqame kakhulu…
Kubulawe amaphoyisa amabili ophiko lwe-SAPS ogwini oluseningizimu KwaZulu-Natal kanti kusolwa elinye ilungu lamaphoyisa. Kubikwa ukuthi isigameko kungenzeka ukuthi ngesombango wezobudlelwano…
Kulindeleke izinkulungwane ezizoba yingxenye yomjaho wamabhayisekile wesi-39th Amashova. Kubikwa ukuthi lo mjaho uzophazamisa ukuhamba kwezimoto emgaqweni. Lo mjaho wamabhayisekile Amashova…
Ubuphume ngobuningi bawo umphakathi waKwaDukuza kumqhudelwano omkhulu wokuhlonipha ingqalabutho uChief Albert Luthuli. Lo mjaho owaziwa nge Luthuli Walk & Fun…
Uyaqhubeka umcimbi obaminyaka yonke owaziwa ngeDundee July, eNdumeni nalapho kuqhudelana khona amahhashi, ezegqephu kanjalo nomculo. OLUNYE UDABA: Ihhashi iThe Real…
Umeya waKwaDukuza uCllr Muzi ‘Ali’ Ngidii ulokhu eqhubeke njalo nokusebenza kumkhandlu waKwadukuza nakuba eseyalelwe ukuthi afake incwadi yokwesula. Ubuholi obuphezulu…