Inkantolo ichithe isicelo seMKP
INkantolo yoMthethosisekelo inqabele iqembu loMkhonto weSizwe kanye nalowo owayengumengameli uJacob Zuma ukufinyelela okuqondile esicelweni sabo esiphikisa ukubekwa kukaMengameli uNgqongqoshe wamaPhoyisa…
Izwa Umehluko
INkantolo yoMthethosisekelo inqabele iqembu loMkhonto weSizwe kanye nalowo owayengumengameli uJacob Zuma ukufinyelela okuqondile esicelweni sabo esiphikisa ukubekwa kukaMengameli uNgqongqoshe wamaPhoyisa…
Icala labantu abathathu abasolwa ngokugqugquzela ingane ukuba ibheme ipayipi elihlanganiswe nezidakamizwa zohlobo lwe-mandrax lihlehliselwe umhlaka-4 August ukuze bethole imiyalelo yebheyili.…
Imoto ebihamba ohlangothini oluseningizimu emgwaqeni u-R102 yokheleke ngomlilo ngesikhathi beyi-test drive namuhla. Abashayeli bezimoto abebedlula bashayele abakwa-Reaction Unit South Africa…
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe owesilisa oneminyaka engu-38 ubudala ngamacala amathathu okubulala, ukuzama ukubulala nelokugebenga kuhlonyiwe izolo, eNhlabankosi eMthwalume. Ngomhlaka-27 June 2024,…
Kubikwa ukuthi ayalulama esibhedlela amaphoyisa amabili adutshulwe kwaBester enyakatho yeTheku. Kukholakala ukuthi abasolwa abayishumi bavulele ngenganono bebhekise emaphoyiseni endaweni yakwaBester…
Abahlali baseMjondolo sebenxuse uMasipala weTheku ukuthi ubandakanye izinhlangano ezifana nenhlangano yabahlali basemjondolo uma uthuthukisa izinhlelo zokuphepha emijondolo. IDolobha lifake imishini…
IHollywood Foundation kanye neJohn L. Dube Foundation ibisesikoleni i-Ohlanga High School, eNanda osukwini lwayizolo lapho ibiyothula kabusha ngokusemthethweni umsebenzi omuhle…
Sekuvele izinsolo zokwesaba nokusatshiswa ecaleni lamadoda amane asolwa ngokubulala ngesikhathi sodlame lwangoJulayi 2021 eNkantolo eNkulu yaseThekwini. Kusolwa ukuthi bayathinteka esigamekweni…
Kuvulwe amadokodo kulandela ukusha komuzi odlule nemiphefumulo emibili eningizimu yeTheku. Abezicishamlilo bathi umlilo ubusuwokheleke ophahleni nengxenye enkulu yomuzi eBurlington ngesikhathi…