Ziyabuya izelamani zakwaNdimande ezisolwa ngokubulala u-AKA
Izelamani zakwaNdimande, uSiyabonga noMalusi Ndimande, abasolwa ngokubulala umrepha uKiernan “AKA” Forbes kanye nomngani wakhe uTebello “Tibz” Motsoane eThekwini ngo-2023, kulindeleke…
Izwa Umehluko
Izelamani zakwaNdimande, uSiyabonga noMalusi Ndimande, abasolwa ngokubulala umrepha uKiernan “AKA” Forbes kanye nomngani wakhe uTebello “Tibz” Motsoane eThekwini ngo-2023, kulindeleke…
UMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba zoMdabu KwaZulu-Natali (Cogta), ngaphansi kobuholi bukaNgqongqoshe uMfundisi uThulasizwe Buthelezi, ubeke wonke amathimba ezinhlekelele esifundazweni ukuba ame…
Kuphoqeleke ukuba livale iminyango igatsha lebhange iStandard Bank kwathi amakhasimende nabasebenzi bona basala bethuthumele, eLadysmith. Kubizelwe amaphoyisa endaweni yesigameko kaStandard…
INkantolo Ephakeme yaseThekwini namuhla ilalele ukuthi kwenziwa amaqembu ka-WhatsApp angu-164, ukuhlanganisa nokugqugquzela udlame ngesikhathi sezidubedube zangoJuly 2021. Lokhu kudalulwe wuMbuso…
Ilungu lePhalamende loMkhonto weSizwe Party uDuduzile Zuma-Sambudla uphike amacala amathathu osukwini lokuqala lwecala lakhe ngamacala ahlobene nawezibhelu zikaJuly2021. Icala lakhe…
Kushone abantu abayisishiyagalombili, okubalwa kubo izingane ezine engozini enyantisa igazi ogwini oluseningizimu KwaZulu-Natal Amaphoyisa omgwaqo athi kushayisane iloli neveni ku-N2…
UMnyango Wezempilo waKwaZulu-Natali uqinisekisa ukuthi uyazi ngodaba olubucayi olubandakanya abahlengikazi abathathu base-Appelsbosch Hospital, nokuwudaba oluphenywa yizikhungo zomthetho njengamanje. UMnyango uthole…
OwayenguNgqongqoshe Wezinkampani Zikahulumeni uMalusi Gigaba kulindeleke ukuthi azinikele emaphoyiseni ukuze abhekane namacala ahlobene nophenyo oluqhubekayo ngenkohlakalo kwaTransnet. La macala ayingxenye…
Amaphoyisa aseVryheid enyakatho yeKwaZulu-Natal abophe indoda eneminyaka engu-48 ubudala ngemuva kokusolwa ngokushisa intombi yayo eneminyaka engu-41 ubudala yaze yashona nokuzama…