Ubonga ukwesekwa ngabaphathi beqembu umqeqeshi weKaizer Chiefs
Iqembu lebhola likanobhutshuzwayo iKaizer Chiefs liwuqale kahle unyaka kulandela ukunqoba umdlalo obuphakathi kwayo neGolden Arrows eFNB Stadium eGoli. Umqeqeshi wale…
Izwa Umehluko
Iqembu lebhola likanobhutshuzwayo iKaizer Chiefs liwuqale kahle unyaka kulandela ukunqoba umdlalo obuphakathi kwayo neGolden Arrows eFNB Stadium eGoli. Umqeqeshi wale…
Kuphume isidumbu esigamekweni okusolwa ukuthi ngesokuduna endaweni yaKwaMashu, enyakatho yeTheku. Abe-KZN VIP Emergency Medical Services bafike ngokushesha endaweni yesigameko ngoLwesithathu…
UMnyango wokuHlunyuleliswa kweziMilo (Department of Correctional Services-DCS) uqophe izinga lokuphasa eliyingqophamlando elingu-94.4% ezivivinyweni zika-2025 zeNational Senior Certificate (NSC), kanti iziboshwa…
UMnyango wezeMfundo eGauteng uthi isibalo sezingane zesikole ezishonile engozini esifundazweni sesifinyelele kwezingu-13. NgoMsombuluko, imoto ethutha izingane zesikole ishayisane neloli eVanderbijlpark,…
Kushone izingane zesikole ezingu-11 engozini enyantisa igazi eVaal namuhla ekuseni. Lezi zingane bezilibangise esikoleni ngesikhathi kwenzeka ingozi emgwaqweni omncane eduze…
UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uhole imizamo yokusiza abantu kuMasipala weNdawo yaseJozini, lapho isimo sezulu esingesihle sidale…
Kushone abasolwa abane esigamekweni sokudubulana namaphoyisa, kwaboshwa abayisikhombisa, endaweni yaseWoodlands, eMontclair, eningizimu yeTheku, namuhla ntambamba. Amaphoyisa ancinzwe indlebe mayelana nokuthi…
Kushone abantu abathathu, ababili kubo bashe bangqongqa engozini ephakathi kweveni neloli ku-N3 KwaZulu-Natal namuhla ekuseni. UNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal…
I-Inkatha Freedom Party inxuse amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service ukuba aphenye ngokushesha izinsongo zokubulala ezibhekiswe kuNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli.…