Amaphoyisa oKlebe acela usizo lomphakathi
Amalungu amaphoyisa ophiko loKlebe ePort Shepstone Serious Organised Crime Investigation acela usizo lomphakathi ukuze athole uSanele Mthembu noXolani Ngobese/Ndlovu. Laba…
Izwa Umehluko
Amalungu amaphoyisa ophiko loKlebe ePort Shepstone Serious Organised Crime Investigation acela usizo lomphakathi ukuze athole uSanele Mthembu noXolani Ngobese/Ndlovu. Laba…
Inyanga edumile eyake yabonakala ohlelweni kuthelevishini uMnakwethu, uAndile “Mzimbokhalimali” Dlamini ubonga umuthi wakhe wesizulu ngokumvikela. Lokhu kuza ngemuva kokuba le…
Bangaphezu kuka-200 000 abantu abaphila negciwane lengculazi KwaZulu-Natal asebayeke ukuphuza imishanguzo yabo. Lokhu kudala inkathazo ngokuthi kungenzeka kunyuke izinga lokungazweli…
UMnyango wezokuThutha eKZN uthi osonkontileka abahluleka ukufeza izithembiso zabo balahlekisele umnyango ngemali engu-R4.6 billion. UNgqongqoshe walo Mnyango uSiboniso Duma uthi…
Kuboshwe owesifazane waseThewkini ngemuva kokuthumba usana ngenhloso yokukhohlisa isoka lakhe Ingane enamasonto amabili izelwe okusolwa ukuthi yathunjwa eThekwini itholwe iphephile…
Umndeni womunye wamaphoyisa izidumbu zawo ezatholwa emfuleni iHennops eCenturion, eGauteng, uthi usafuna izimpendulo. Izidumbu zoConstable Boipelo Senoge, Keamogetswe Buys kanye…
Ikilabhu yaKwazulu-Natal Amazulu fc osukwini lwanamuhla bamemezele abaxhasi bayo abasha okuyi Primo Sports, okuyinkampani yezimpahla zokudlala. OLUNYE UDABA: USUTHU LUBHUBHUDLE…
Abashayeli bezimoto bazojleka bodwa njengoba kulindeleke ukuba amanani kaphethiloli ehle inyanga yesithathu zilandelana. UMnyango wezokuMbiwa Phansinamandla uthi uphethiloli kulindelek ukuba…
Bamisiwe emsebenzini abasebenzi abane bakamasipala wesifunda uMzinyathi KwaZulu-Natal ngemuva kokuthinteka ecaleni lokweba nokudayisa amanzi ngokungemthetho. Izindawo eziningi ezingaphansi kokuphathwa kwezindawo…