
Izikhulu zithi ziphendule izingcingo zonogada abebelandelela ukuthi iselula eyebiwe kuphi lapho kugetshengwa khona isitolo sotshwala eChatsworth ngoLwesihlanu.
Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uRobert Netshiunda, uthe indawo yocingo iholele amaphoyisa endaweni ehlala eChesterville, lapho abasolwa bedubula bebhekise emaphoyiseni, abe eseziphindiselela.
Uthi kushone umsolwa oyedwa, omunye walimala, kwaboshwa abane
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
