
Kulimale abantu abahlanu ngemuva kokuba itekisi lishayisane nezimoto eziyisishiyagalolunye ePhoenix namuhla ekuseni.
Amalungu e-KZNVIP ajutshwe endaweni yesigameko ngemuva kwehora lesithupha ekuseni kulandela ukuthola izingcingo eziningi ezivela emphakathini.
OLUNYE UDABA: Kulimale 6 wezingane zesikole engozini ePMB
Ngesikhathi befika abeKZNVIP Medics babikelwe ukuthi itekisi lohlobo lweToyota Quantum emhlophe liphaphalazile lavika enye imoto lashayisana nezimoto eziyisishiyagalolunye ebezipakile zingenamuntu phakathi.
Abagibeli abahlanu abebegibele kule tekisi baphuthunyiswe esibhedlela ngenxa yokulimala.
KZNVIP
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit

**mitolyn**
Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.