Ziyakhanya izinto kumaqembu ase-KZN kwi-PSL
Kubonakale kube yisizini esezingeni eliphezulu le kumaqembu ala KwaZulu-Natal agijima kwiBetway Premiership kanjalo nakwiMotsepe Championship. Kuqopheke umlando Amazulu fc kanye…
Izwa Umehluko
Kubonakale kube yisizini esezingeni eliphezulu le kumaqembu ala KwaZulu-Natal agijima kwiBetway Premiership kanjalo nakwiMotsepe Championship. Kuqopheke umlando Amazulu fc kanye…
Sibhekwe ngabomvu isinqumo seKaizer Chiefs ngomqeqeshi wabo uNasredine Nabi ngekusasa lakhe ephefeni. Izindaba ezivelayo ukuthi kuzoba nomhlangano omkhulu lapho khona…
Umdlali weKaizer Chiefs uGeorge Matloe, sekuvele izindaba zokuthi bekuyisizini yakhe yokugcina le esephefeni. UMatlou inkontileka yakhe neChiefs izophela ngenyanga ezayo…
Ube yimpumelelo umqhudelwano waseNdwedwe obubanjwa okwesithathu kulo nyaka, iBhamshela Race. Lo mqhudelwano ubusuka eChief Ngonyameni Technical School waphinde wasongwa khona…
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso ukhala ngenkundla yaseLoftus ukuthi ayikho esimeni esikahle futhi ayibaniki ithuba elihle bona njengosokhaya ukuthi bezicanasele…
Umdlali ongaconsi phansi kwi-Orlando Pirates uMonnapulang Saleng iyaqina imibiko yokuthi lo mdlali engase elandele umqeqeshi uJose Riveiro eqenjini le-Al alhy.…
Umdlali weGolden Arrows, uVelemseni Ndwandwe ubenosuku olubi namuhla ngesikhathi ephuka emdlalweni wabo neSekhukhune United ePrinces Magogo Stadium Kwa Mashu. UNdwandwe…
Ziguquke ngemizuzu yokugcina izinto eLoftus Stadium kumdlalo wamanqamu phakathi kweMamelodi Sundowns kanjalo nePyramids ngesikhathi bebambana ngo 1-1 kumlenze wokuqala kumqhudelwano…
Iqembu leKaizer Chiefs liphinde laphuthwa ukungena kwi-Top 8 osukwini lwanamuhla ngemuva kokudala ngokulingana nePolokwane City kumdlalo wabo wokugcina weBetway Premiership…