

Kube yinjabulo osukwini lwanamuhla kwethulwa ngokusemthethweni umqhudelwano othuthukisa amakhono abantu abasha ebholeni lezinyawo iKhabba Cup eKing Zwelithini Stadium osukwini lwanamhlanje, lo mqhudelwano uxhaswe inkampani uHollywoodbets uzobanjwa ngomhlaka-6 no-7 June 2025 eMlazi.
OLUNYE UDABA: UJomo Sono uxwayisa iChiefs ngokungabathengi abadlali
Lo mqhudelwano obonakala ukhula ngamandla unyaka nonyaka usungulwe nguManqoba Mkhize owake wagijima kwiKaizer Chiefs kanjalo nakwiGolden Arrows uthi ujabula kakhulu mayebona lo mqhudelwano indlela othuthuka ngayo waphinde wabonga abaxhasi balo mqhudelwano okunguHollywoodbets, kuzokhumbuleka ukuthi lemidlalo ihlanganisa izifundazwe ezimbili okuyi-KZN kanye ne-Eastern Cape.
Ngonyaka odlule ompetha beKhabba Cup kube iqembu le-Two for joy nalapho bashaya khona iStar Pirates namuhla amaqembu aqhathwe kanje kulomqhudelwano.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEditEdit
