Uchazwa njengobemnene uNandi Nyembe
Ukushona kukamakadebona kwezokulingisa uNandi Nyembe, kuchazwe njengokuwa komuthi omkhulu emkhakheni wezokulingisa. Izindaba zokwedlula kwalo mlingisi ziqinisekiswe wuMnyango wezemiDlalo, ubuCiko namaSiko…
Izwa Umehluko
Ukushona kukamakadebona kwezokulingisa uNandi Nyembe, kuchazwe njengokuwa komuthi omkhulu emkhakheni wezokulingisa. Izindaba zokwedlula kwalo mlingisi ziqinisekiswe wuMnyango wezemiDlalo, ubuCiko namaSiko…
Inyunyana yothisha KwaZulu-Natal ithi udlame ezikoleni kumele luthathwe njengecala, kunokuthi luthathwe njengezenzo zokungaziphathi kahle. Amacala amabili ashaqise inqwaba yabantu emphakathini…
Umphakathi waseBluff, eningizimu yeTheku, uthi uzizwa sengathi awunakiwe uma kuziwa endabeni yokulethwa kwezidingo. Izakhamuzi ebezikhungathekile zimashe kule ndawo ngempelasonto ngenxa…
Ithuna likaMntwana uMangosuthu Buthelezi lizokwethulwa njengesizinda samagugu KwaZulu-Natal UNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli, ngoLwesithathu uzokwethula indawo yokuphumula yoMntwana uMangosuthu Buthelezi njengendawo…
Isigodlo saseNyokeni KwaNongoma sekuphele iminyaka siphatha uMkhosi woMhlanga wakwaZulu. ISilo saMaZulu uMisuzulu kaZwelithini sisanda kumemezela ukuthi umcimbi weminyaka yonke woMkhosi…
Isigameko esishaqisayo sishiye umphakathi waseMaubane uthuthumela ngemuva kokuthi owesifazane osemusha, ohlonzwe ngelikaKgaogelo Nnonu, egwazwe ngesihluku wafa yisoka lakhe ngaphandle kwaseDubai…
Bazohlala obala othisa “abayizipoki”, abaxhaphaza imali kahulumeni njengoba uMnyango wezeMfundo eyisisekelo, uphezu kohlelo lokuqinisekisa ukuthi bonke othisha abaholelwa wumyango, bakhona…
irobhothi igama lalo elingu-Iris lizakhele udumo emyangweni wezemfundo kanye nesayensi emva kokwethulwa kwalo ngokusemthethwen umhla zingu- 19 kuNcwaba 2025. Usomabhizinisi…
Ukhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLt General Nhlanhla Mkhwanazi, uncome amalungu omphakathi ngokusiza ukunqanda ekubumbeni itulo lokuziphindiselela eWentworth. Amaphoyisa athole imininingwane ngeqembu…