Kubhekwe i-SARB ukuba yehlise inzalo yemalimboleko
Abahlaziyi bezemnotho bagaqula ukuthi iSouth Africa Reserve Bank (SARB), izoyehliswa inzalo yemalimboleko ezinsukwini ezimbalwa ezizayo. UNKz Busisiwe Nkonki noMnu Johannes…
Izwa Umehluko
Abahlaziyi bezemnotho bagaqula ukuthi iSouth Africa Reserve Bank (SARB), izoyehliswa inzalo yemalimboleko ezinsukwini ezimbalwa ezizayo. UNKz Busisiwe Nkonki noMnu Johannes…
Kushone izingane ezimbili kwathi umama wazo ozithwele walimala kanzima engozini eyenzeke eduzane naseMatikulu ogwini olusenyakatho yaKwaZulu-Natal. Ngesikhathi kufika abosizo lokuqala…
INdlunkulu kaZulu isemakhandleleni kulandela ukudlula emhlabeni kwelungu layo eselikhuli. UNkosazana Ntombibomvu Sithuli Zulu udlule emhlabeni eneminyaka engu-102 ubudala. Ubeyingane yokugcina…
Umcimbi IPhinifa on Fleek ozobanjelwa e-ICC eThekwini ngomhlaka-30 August 2025 izolo ngoLwesithathu, umemezele uhlu lwabaculi abazonandisa ngalolu suku. Kulo nyaka…
INkantolo yeSifunda eNtuzuma igwebe uPhathesakhe Thuthukani Ngiba oneminyaka engu-25 ubudala udilikajele neminyaka engu-12 ngokubulala ikhansela ngoSeptember 2022 KwaMaphumulo. UNgiba ugwetshwe…
I-National Consumer Commission (NCC) isicele amakhasimende abuyisele emuva izimoto ezingu-253 zohlobo lweVolkswagen Polo sedan ngenxa yenkinga ezinayo yama-seatbelt. Kubikwa ukuthi…
Icala lamadoda amane aboshelwe ukubandakanyeka ekubulaweni kuka-Oupa John Sefoka odume ngelika-DJ Sumbody lihlehliselwe umhlaka-29 July eNkntolo yeMmantshi yase-Alexandra enyakatho yeGoli.…
IFlysafair imise nse ezinye zindiza zayo njengoba abashayeli besaqhubeka nesiteleka sabo esesingenele osukwini lwesibili. Izinkulungwane zabashayeli namanje zisabeke phansi amathuluzi…
Inhlangano yabahlali basemjondolo i-Abahlali baseMjondolo ithi kunzima ukuthi izakhamuzi zasemijondolo zikwazi ukuhlukanisa into engaba yingozi nezobasiza ukuba bafudumale. Ngempelasonto kuqubuke…