Skip to content
Sat, Oct 3, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Category: Izwi98 News

Ubhekene necala elibomvu udokotela ‘oweqe esitokisini’ eboshelwe ukushayela edle ezikaFaro
Izwi98 News

Ubhekene necala elibomvu udokotela ‘oweqe esitokisini’ eboshelwe ukushayela edle ezikaFaro

Fikile NdabaSeptember 29, 2025September 29, 2025

Uthweswe icala udokotela wasesibhedlela iPort Shepstone Regional kulandela izinsolo zokweqa esitokisini ngemuva kokuboshelwa ukushayela ephuzile. Lo dokotela uboshwe ngesikhathi kunezivimbamgwaqo…

Ubudlelwano bezamabhizinisi ne-US ‘buqinile futhi buyakhula,’ kusho uRamaphosa
Izwi98 News

Ubudlelwano bezamabhizinisi ne-US ‘buqinile futhi buyakhula,’ kusho uRamaphosa

Zama MyeniSeptember 29, 2025September 29, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa uthi iNingizimu Afrika izoqhubeka nokugqugquzela umgomo wokubuyisana ekutshalweni kwezimali kanye nobudlelwano bezohwebo ne-US, wengeza ngokuthi ubudlelwano bezamabhizinisi…

Uyavela enkantolo yaseThekwini osolwa ngokweba usana olusanezinyanga luzelwe
Izwi98 News

Uyavela enkantolo yaseThekwini osolwa ngokweba usana olusanezinyanga luzelwe

Fikile NdabaSeptember 29, 2025September 29, 2025

Owesifazane oneminyaka engu-35 ubudala uzovela eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ngezinsolo zokweba usana ayeqashelwe ukulugada, namuhla. Amaphoyisa athi ngesikhathi umama wengane enezinyanga…

 Zizonyuka ngo-October izibonelelo zikahulumeni zakwaSASSA
Izwi98 News

 Zizonyuka ngo-October izibonelelo zikahulumeni zakwaSASSA

Zama MyeniSeptember 26, 2025September 26, 2025

ISouth African Social Security Agency (Sassa) isikuqinisekisile ukuthi zonke izimali zesibonelelo sikahulumeni zizonyuka ngomjikelezo wokukhokhwa kuka-October, njengokuhambisana nenkulumo kaNgqongqoshe wezeziMali…

Imhloniphe ngokuba umama oqotho indodana, umama owabulawa esigamekweni sokudubula e-Westville
Izwi98 News

Imhloniphe ngokuba umama oqotho indodana, umama owabulawa esigamekweni sokudubula e-Westville

Zama MyeniSeptember 26, 2025September 26, 2025

Indodana yowesifazane owabulawa endaweni yokucima ukoma eWestville ithi umama wayo ubewumthombo wayo omkhulu wothando, amandla nokuqondisa. UTaryn le Roux udutshulwe…

ISilo sigxeke isinqumo senkantolo esivumela amadoda ukuba athathe izibongo zamakhosikazi
Izwi98 News

ISilo sigxeke isinqumo senkantolo esivumela amadoda ukuba athathe izibongo zamakhosikazi

Fikile NdabaSeptember 25, 2025September 25, 2025

Inkosi yaMaZulu uMisuzulu kaZwelithini isigxekile isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo sakamuva esivumela amadoda ukuthi athathe isibongo samakhosikazi awo. Ngasekuqaleni kwale nyanga, inkantolo…

Ungoti: UMchunu ubengenalo igunya lokuhlakaza iKZN Political Killings Task Team
Izwi98 News

Ungoti: UMchunu ubengenalo igunya lokuhlakaza iKZN Political Killings Task Team

Fikile NdabaSeptember 25, 2025September 25, 2025

Ungoti utshele iKhomishini kaMadlanga ukuthi uNgqongqoshe wamaPhoyisa osamisiwe uSenzo Mchunu wayengenalo igunya lokukhipha umyalelo wokuthi kuhlakazwe ithimba elibhekele ukubulala kwezepolitiki…

Usazohlala esitokisini osolwa ngokubulala usomatekisi Osizweni
Izwi98 News

Usazohlala esitokisini osolwa ngokubulala usomatekisi Osizweni

Fikile NdabaSeptember 25, 2025September 25, 2025

Amaphoyisa athi osolwa ngokubulala, wabanjwa nezimpahla zokugqoka zamaphoyisa KwaZulu-Natal, angase abhekane namacala amasha. USimphiwe Mhlongo ulahlekelwe isicelo sakhe sebheyili ngoMsombuluko.…

Izingozi eziningi emgaqweni ‘eshelelayo’ yase-KZN
Izwi98 News

Izingozi eziningi emgaqweni ‘eshelelayo’ yase-KZN

Fikile NdabaSeptember 25, 2025September 25, 2025

Abezimo eziphuthumayo banxuse abashayeli ukuthi bahlale beqaphile emigwaqeni eswakeme yaseKZN kulandela izimvula ezinamandla ngoSuku Lwamagugu. Amalungu osizo lokuqala e-ALS Paramedics…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.