Kube yinjabulo yodwa iDolobha lethula umkhankaso walo wesizini yehlobo
Wethulwe ngokusemthethweni umkhankaso wesizini yasehlobo namuhla endaweni yaseSithumba Village ngaphansi kwaseValley of a Thousand Hills, lapho obekuvezwa khona ukuthi idolobha…
Izwa Umehluko
Wethulwe ngokusemthethweni umkhankaso wesizini yasehlobo namuhla endaweni yaseSithumba Village ngaphansi kwaseValley of a Thousand Hills, lapho obekuvezwa khona ukuthi idolobha…
Sekuqinisekisiwe ukuthi i-KZN ingesinye sezifundazwe ezizothola umjovo omusha wokuvimbela isifo, i-HIV. UNgqongqoshe Wezempilo u-Aaron Motsoaledi uthi imitholampilo yomphakathi engu-360 eNingizimu…
IKhomishana kaMadlanga inqume ukuthi ufakazi wayo olandelayo uzofakaza engekho phambi kwabantu futhi ngale kwamakhamera ukuze avikeleke. Ikhomishana iphenya ngezinsolo zokuthi…
IHhovisi likaMengameli lizichithile izinsolo zokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa wayevakashele emzini kasomabhizinisi osolwa ngenkohlakalo uHangwani Maumela. Ivideo ezungeza ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa…
IKhomishana kaMadlanga ihoxise ngoMsombuluko ekuseni kulandela ukulalela izinkulumo mayelana nokuthi ufakazi olandelayo kumele afakaze yini ngale kweminyango evaliwe, angabonwa ngabantu.…
UMengameli uCyril Ramaphosa udlulise amazwi enduduzo kwizakhamuzi zaseZimbabwe nezaseMalawi ezishonelwe ngabathandiweyo babo engozini yebhasi eyenzeke ngaseLouis Trichardt eLimpopo, ngeSonto ntambama.…
Amaphoyisa abulaleabantu abathathu abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali endaweni yase-escourt. Amaphoyisa azamile ukumisa imoto ku-R74 phakathi kwase-Estcourt naseColenso, kodwa abebephakathi…
Inxusa lase-France kanye nowayenguNgqongqoshe weKhabhinethi, uNathi Mthethwa, uzobekwa endlini yakhe yokugcina namuhla KwaMbonambi, KwaZulu-Natal. Inxusa elineminyaka engu-58 ubudala litholakale lishonile…
INkantolo yeSifunda eScottburgh igwebe uFunokwakhe Alois Thabethe oneminyaka enhu-52 ubudala udilikajele ngemuva kokuhlambuluka evuma icala ngokuka-Section 112(2) of the Criminal…