Wenqatshelwe ibheyili uVusimuzi Matlala
UVusimuzi “Cat” Matlala osolwa ngokuba wungqondongqondo kubugebengu kanye nosomabhizinisi usavalelwe ezikhindini. INkantolo Nkulu eGoli isinqabile isicelo sakhe sebheyili ngoMsombuluko ekuseni.…
Izwa Umehluko
UVusimuzi “Cat” Matlala osolwa ngokuba wungqondongqondo kubugebengu kanye nosomabhizinisi usavalelwe ezikhindini. INkantolo Nkulu eGoli isinqabile isicelo sakhe sebheyili ngoMsombuluko ekuseni.…
Izinkulungwane zababhikishi zibuthene ngaphandle kwasefulethini lapho izingane ezimbili ziphonseke khona emgodini we-lift zisuka esitezi sesine. Le nhlekelele yenzeka ngoMgqibelo odlule,…
I-Jacob G Zuma Foundation igxeke isinqumo seNkantolo eNkulu esiyalela owayengumongameli ukuthi akhokhe izigidi zemali zomthetho. Ithi lesi sinqumo asilungile futhi…
Sekukhishwe isexwayiso sesimo sezulu esingesihle sika-Level 4 ezingxenyeni zezisenyakatho yeKwaZulu-Natal. Izangoma zulu zixwayisa ngezimvula ezinkulu, umbani omkhulu, kanye nemimoya enamandla…
Kulindeleke ukuthi iNkantolo eNkulu yaseNingizimu Gauteng ikhiphe isinqumo ecaleni lokudluliswa kwebheyili kwelungu leqembu le-Big 5, uVusimuzi ‘Cat’ Matlala. Lo somabhizinisi…
Sekuphele iminyaka engu-11 kusukela kwabulawa ukaputeni we-Orlando Pirates neBafana Bafana. Umama wakhe odabukile kanye nomndeni wakwaMeyiwa baveze ukungabaza ngokuthi icala…
UNdunankulu uThami Ntuli uphinde waqinisekisa isiphakamiso sakhe sokuthi uNhlanhla Mkhwanazi aqhubeke nokusebenza njengokhomishana wamaphoyisa waKwaZulu-Natal. Uthi uhulumeni wesifundazwe wanelisekile ngomsebenzi…
Ingane yomfana igama layo eligodliwe iphuthunyiswe esibhedlela iTauranga eNorth Island kulandela ukukhala ngezinhlungu esiswini izinsuku ezine. Ngokombiko wodokotela lo mfana…
Ikomidi lePhalamende eliphuthumayo liqinisekise ukuthi inhloko yamaphoyisa aKwaZulu-Natal, uNhlanhla Mkhwanazi uhoxise izinsolo azenza ngowayengungqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele. Lezi zinsolo zihlobene…