Skip to content
Sun, Nov 29, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE
  • Vuma – Competition Contact Form

Category: Izwi98 News

Abahlaziyi: Kumele babhekane namacala engeziwe abasolwa ngokuqasha abakuleli ukuyoba yingxenye yempi yaseRussia
Izwi98 News

Abahlaziyi: Kumele babhekane namacala engeziwe abasolwa ngokuqasha abakuleli ukuyoba yingxenye yempi yaseRussia

Izwi LomzansiDecember 2, 2025December 2, 2025

Abanye abahlaziyi bakholelwa ukuthi kufanele kubekwe amacala engeziwe obugebengu kulabo abasolwa ngokudukisa amadoda aseNingizimu Afrika ukuthi ajoyine impi yeRussia ne-Ukraine.…

UMchunu uzochaza ngomyalelo wokuhlakazwa kwe-PKTT kwiKhomishana kaMadlanga
Izwi98 News

UMchunu uzochaza ngomyalelo wokuhlakazwa kwe-PKTT kwiKhomishana kaMadlanga

Izwi LomzansiDecember 2, 2025December 2, 2025

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uzovela phambi kweKhomishana kaMadlanga namuhla ntambama. IKhomishana lizwe ubufakazi obushaqisayo mayelana nokuvalwa kwe-Political Killingsh Task Team.…

I-MK Party ibonga uLucky Montana ngomsebenzi wakhe kulandela ukwesula esikhundleni sokuba yiLungu lePhalamende
Izwi98 News

I-MK Party ibonga uLucky Montana ngomsebenzi wakhe kulandela ukwesula esikhundleni sokuba yiLungu lePhalamende

Izwi LomzansiDecember 2, 2025December 2, 2025

Iqembu le-uMkhonto weSizwe (MKP) liqinisekisile ukwesula esikhundleni kukaLucky Montana njengomunye wamalungu alo ePhalamende, ePhalamende Likazwelonke. Ukuphuma kwakhe kuza ngemuva kokusula…

Kubalwa nomsakazi we-SAFM kwabasolwa ngokuqasha abantu ukuyolwa empini ye-Russia ne-Ukraine
Izwi98 News

Kubalwa nomsakazi we-SAFM kwabasolwa ngokuqasha abantu ukuyolwa empini ye-Russia ne-Ukraine

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

Lihlehliselwe umhlaka-8 December icala labantu abahlanu ababoshwe ngempelasonto e-O.R. Tambo International Airport. La bantu babhekene namacala ngaphansi koMthetho Wosizo Lwezempi…

Sesifikile isikhathi sokuvuselela amalayisensi amabhizinisi
Izwi98 News

Sesifikile isikhathi sokuvuselela amalayisensi amabhizinisi

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

Kwethulwe isizini yonyaka yokuvuselelwa kwelayisensi yebhizinisi kusukela namuhla, kuwumhlaka-1 December. USihlalo weKomidi lokuThuthukiswa koMnotho nokuHlela LeDolobha, ukhansela uThembo Ntuli, uthe…

“Abafaka izimali zabo e-Ithala Bank sebezokwazi ukuzithola”
Izwi98 News

“Abafaka izimali zabo e-Ithala Bank sebezokwazi ukuzithola”

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, ehambisana noNgqongqoshe woMnyango wezeziMali uFrancois Rodgers noNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha neMvelo eKZN namuhla, wethule inkulumo enambithekayo…

UMchunu uzobhekana neKhomishana kaMadlanga njengoba liya emaphethelweni.
Izwi98 News

UMchunu uzobhekana neKhomishana kaMadlanga njengoba liya emaphethelweni.

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

IKhomishana kaMadlanga isiqinisekisile ukuthi izophetha ukuqulwa kwecala komphakathi kwalo nyaka ngoLwesihlanu, lwangomhlaka-5 December. IKhomishana liphezu kwamalungiselelo omsebeniz wokuhambisa umbiko wayo…

IZITHOMBE: UNdunankulu ngempelasonto uhambele umngcwabo welungu le-CPS elibulewe eHammarsdale
Izwi98 News

IZITHOMBE: UNdunankulu ngempelasonto uhambele umngcwabo welungu le-CPS elibulewe eHammarsdale

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, ngempelasonto, ubehambele umngcwabo kaMuzi Mbongwa, ilungu elizinikele leCommunity Policing Structure (CPS) owadutshulwa amahlandla amaningi eHammarsdale. Ngesikhathi…

Kuboshwe abashayeli abangu-23 ngokushayela bedle ezikaFaro kuFlorida Road
Izwi98 News

Kuboshwe abashayeli abangu-23 ngokushayela bedle ezikaFaro kuFlorida Road

Izwi LomzansiDecember 1, 2025December 1, 2025

Iziphathimandla zemigwaqo zaKwaZulu-Natal zibambe abashayeli abangu-23 bedakiwe ngesikhathi kuqhutshwa umsebenzi we-Road Safety kuFlorida Road ngempelasonto, eThekwini. Abakwa-Road Traffic Inspectorate bebehlola…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube