Amaphoyisa azobe eqaphile embikishweni weMarch and March
Kulindeleke ukuthi kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto eThekwini njengoba inhlangano iMarch and March iqhuba umbhikisho enkabeni yedolobha iTheku. Kulindeleke ukuthi imashi iqale…
Izwa Umehluko
Kulindeleke ukuthi kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto eThekwini njengoba inhlangano iMarch and March iqhuba umbhikisho enkabeni yedolobha iTheku. Kulindeleke ukuthi imashi iqale…
Ithimba lamaphoyisa ophiko lwe SAPS iPolitical Killings Task Team (PKTT) selibophe iLungu LePhalamende Le-National Coloured Congress, uFadiel Adams. U-Adams uboshwe…
UMnyango wezeMpilo usunxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuba bangesabi ngokuqubuka kwegciwane i-Hantavirus emkhunjini wokungcebeleka esldlule nemiphefumulo emithathu, okubalwa kubo nowesifazane waseDutch…
UBellarmine Mugabe nomzala wakhe uTobias Matonhodze, bathole izigwebo ezahlukene eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra. UMugabe ulivumile icala lokwephumula umthetho wezibhamu nowokufuduka, kanti…
Abaseshi bophiko lwe-Family Violence, Child Protection and Sexual Offences (FCS) KwaZulu-Natal, besebenzisana namaphoyisa aseMadadeni, babophe udokotela endaweni yakhe yokusebenza eMadadeni…
Kulindeleke ukuthi amadoda amathathu asolwa ngokubulala amalungu ayisikhombisa omndeni wakwaMonswamy ngesihluku avele enkantolo. Bonke abasolwa baboshwe ngesonto eledlule ngemuva kokutholakala…
Abaseshi bophiko lwamaphoyisa lwe-SAPS iKwaZulu-Natal Provincial Murder and Robbery Unit sebebophe abasolwa ababili ngokubulala amadoda amathathu adutshulwe abulawa endaweni yasoKhahlamba,…
UMengameli uCyril Ramaphosa kulindeleke ukuba ethule inkulumo ayibhekise ezweni mayelana nodaba oluqhubekayo lwamaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS). URamaphosa…
Kubulawe umndeni wamalungu ayisikhombisa endaweni yaseNewtown, eNewark ogwini olusenyakatho neKwaZulu-Natal. Iminyaka yezisulu iphakathi kweko-20 ubudala kuaya kweko-80 ubudala kanti ngabantu…