Iloli ligqamuke ilangabi langqongqa ku-N2 oThongathi
Abashayeli bezimoto abebehamba ku-N2 obheke eningizimu odlula eTongaat Toll Plaza KwaZulu-Natal baxhumane nabakwa-Reaction Unit South Africa (RUSA) kulandela ukubona iloli…
Izwa Umehluko
Abashayeli bezimoto abebehamba ku-N2 obheke eningizimu odlula eTongaat Toll Plaza KwaZulu-Natal baxhumane nabakwa-Reaction Unit South Africa (RUSA) kulandela ukubona iloli…
Kubulawe indoda esolwa ngokuduna ngemuva kwezinsolo zokudubula amaphoyisa eCottonlands namuhla. Le ndoda ibiyingxenye yeqembu lezigelekeqe eliyamaniswa nokwebiwa kwemoto yohlobo lweToyota…
Osolwa ngokubulala iphoyisa ubulawe ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa. Amaphoyisa ophiko loKlebe KwaZulu-Natal, KwaNgcolosi, lulandele umkhondo womsolwa eduze naseHillcrest, eshayela iloli elithwala…
INkantolo eNkulu yaseGoli igwebe abantu abadabuka eChina abayisikhombisa iminyaka engu-20 bebhadla ejele ngamacala okushushumbisa abantu. La bantu bagwetshwe ngoLwesithathu ekuseni.…
I-MK Party ifake isikhalo ngokusemthethweni ngoMengameli uCyril Ramaphosa kanye noNgqongqoshe uJohn Steenhuisen. Ithi uRamaphosa noSteenhuisen baphule umthetho we-Executive Members’ Ethics…
Ikhomishana yamajaji ephenya ngobugebengu, ukugxambukela kwezepolitiki kanye nenkohlakalo ohlelweni lwezobulungiswa ithi ayihlosile ukuphazamisa umsebenzi we-SAPS. Ikhomishana ithi ikomiti le-Ad-Hoc ePhalamende…
Inhlangani iSouth African National Taxi Council (Santaco) ithi imali elinganiselwa kuhhafu webhiliyoni isikhokhelwe abashayeli bamatekisi ngesikhwama sokusiza amatekisi phecelezi iTaxi…
Siveze uhlangothi olungaziwa ngaso iSilo uMisuzulu kaZwelithini, sigiya sibhula isihlangu saso. Izolo ngoMsombuluko iSilo besiyingxenye yezihambeli ezibalulekile emcimbini woMkhosi woMhlanga…
Iziphathimandla zaKwaZulu-Natal zimi ngomumo njengoba lesi sifundazwe sibheke ehlobo elibukeka lingase libe yingozi. I-SA Weather Service isixwayise ngemvula enkulu kunaleyo…