Skip to content
Sun, May 31, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abahlalnu kudutshulwana namaphoyisa eGoli
Izwi98 News

Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abahlalnu kudutshulwana namaphoyisa eGoli

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abahlanu ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eCrown Mines, eGoli, namuhla. La basolwa kubikwa ukuthi bebelandelwa besuka eKZN kanti bayamaniswa…

Kuvulwe awokubulala ngokungenhloso kulandela ingozi eyenzeke ku-N2
Izwi98 News

Kuvulwe awokubulala ngokungenhloso kulandela ingozi eyenzeke ku-N2

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Kubikwa ukuthi izingane ezineminyaka eyisithupha neyishumi ubudala kanye nomama wazo bashayiswe yimoto ngesikhathi bezama ukuwela umgwaqo izolo ebusuku. Umama uphuthunyiswe…

Lihlehlisiwe futhi icala lokubulawa komrepha
Izwi98 News

Lihlehlisiwe futhi icala lokubulawa komrepha

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

INkantolo eNkulu yaseThekwini ilalele ukuthi umbuso uzimisele ngokubiza ofakazi abangu-45, nangaphezulu makwenzeka, ecaleni lokubulala u-AKA noTebello Motsoane. Amadoda amahlanu asolwa…

Ugwetshwe odilikajele abayishumi ebhadle ejele umfundisi waseNquthu ngawokudlwengula izingane zamantombazane
Izwi98 News

Ugwetshwe odilikajele abayishumi ebhadle ejele umfundisi waseNquthu ngawokudlwengula izingane zamantombazane

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Ugwetshwe odilikajele abayishumi umfundisi waKwaZulu-Natal otholwe enecala lokudlwengula amantombazane asemancane eNquthu, neminyaka engu-70 eyengeziwe. UMandlelisa Mabhale oneminyaka engu-58 ubudala, ubhekene…

Kulindeleke ukuba kwenziwe uphenyo ngezinsolo ze-GBV zosebenza kuMasipala waKwaDukuza
Izwi98 News

Kulindeleke ukuba kwenziwe uphenyo ngezinsolo ze-GBV zosebenza kuMasipala waKwaDukuza

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Kunezikhalo zokuthi kumiswe isikhulu sikamasipala kuMasipala waKwaDukuza mayelana nezinsolo zokuhlukumeza unkosikazi waso. Lo wesifazane ophinde abe ngumsebenzi kamasipala kuthiwa uhlaselwe…

Kushone izingane ezimbili kwalimala nowesifazane ozithwele engozini eyenzeke ku-N2
Izwi98 News

Kushone izingane ezimbili kwalimala nowesifazane ozithwele engozini eyenzeke ku-N2

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Kushone izingane ezimbili kwathi umama wazo ozithwele walimala kanzima engozini eyenzeke eduzane naseMatikulu ogwini olusenyakatho yaKwaZulu-Natal. Ngesikhathi kufika abosizo lokuqala…

Iphume enyameni inkosazane yakaZulu uNtombibomvu
Izwi98 News

Iphume enyameni inkosazane yakaZulu uNtombibomvu

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

INdlunkulu kaZulu isemakhandleleni kulandela ukudlula emhlabeni kwelungu layo eselikhuli. UNkosazana Ntombibomvu Sithuli Zulu udlule emhlabeni eneminyaka engu-102 ubudala. Ubeyingane yokugcina…

Kumenyezelwe abazonandisa emcimbini wePhinifa On Fleek
Izwi98 News

Kumenyezelwe abazonandisa emcimbini wePhinifa On Fleek

Fikile NdabaJuly 24, 2025July 24, 2025

Umcimbi IPhinifa on Fleek ozobanjelwa e-ICC eThekwini ngomhlaka-30 August 2025 izolo ngoLwesithathu, umemezele uhlu lwabaculi abazonandisa ngalolu suku. Kulo nyaka…

Udilikajele kowabulala ikhansela
Izwi98 News

Udilikajele kowabulala ikhansela

Fikile NdabaJuly 22, 2025July 22, 2025

INkantolo yeSifunda eNtuzuma igwebe uPhathesakhe Thuthukani Ngiba oneminyaka engu-25 ubudala udilikajele neminyaka engu-12 ngokubulala ikhansela ngoSeptember 2022 KwaMaphumulo. UNgiba ugwetshwe…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.