Kuboshwe 4 ngokushisa isikole eKZN
UNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uSipho Hlomuka ushayele ihlombe amaphoyisa ophiko lwe-SAPS, uMasipala Wesifunda saseMgungundlovu nabo bonke abanye ababambisene nabo ngemizamo yabo…
Izwa Umehluko
UNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uSipho Hlomuka ushayele ihlombe amaphoyisa ophiko lwe-SAPS, uMasipala Wesifunda saseMgungundlovu nabo bonke abanye ababambisene nabo ngemizamo yabo…
UMnyango wezeMfundo KwaZulu Natal udumele kulandela isigameko sokucekelwa phansi kwesikole iMpolweni Secondary esiseMgungundlovu District lapho kushiswe ingxenye yesikole kwagqekezwa emakilasini…
Kugaselwe ezitolo ezimbalwa ezisenkabeni yedolobha iTheku namuha ekuseni kubhekwa impahla engumgunyathi nezinto zikagesi eziphambene nomthetho. Abe-National Regulator for Compulsory Specifications,…
I-South African Police Service (SAPS) ngoLwesibili ekuseni ithe imizamo yokuthola usomabhizinisi kanye nosopolitiki uBrown Mogotsi, osinde ngokulambisa engozini eVosloorus, empumalanga…
Usomabhizinisi waseNorth West uBrown Mogotsi usinde bezama ukumbulala. IKhomishana kaMadlanga iqinisekise imibiko yezinsolo zokuzama ukubulala kulandela ukuhlaselwa kukasomabhizinisi uBrown Mogotsi…
INkantolo ePhakeme yaseThekwini, igwebe uSphamandla “Chillies” Gumede oneminyaka engu-30 ubudala kulandela ukutholakala enamacala okubulala abantu abahlanu, ukuzama ukubulala nelokuphanga. UGumede…
Abalandeli bebhola bayilindele ngabomvu impelasonto njengoiba iDolobha lilungiselela ukusingatha imidlalo emibili yama-semi-final eCarling Black Label Cup. UMasipala waseThekwini usukulungele ukusingatha…
UMnyango wezokuMbiwa Phansi namuhla umemezele izindaba ezimnandi kubashayeli bezimoto bakuleli. Kumenyezelwe ukuthi intengo yazo zombili izinhlobo zikaphethiloli izokwehla ngamasenti angu-51…
Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili ababefunwa ngamacala ahlukahlukene obugebengu eNanda nakwezinye izindawo. La basolwa babulawe ngesikhathi bezama ukubulala amaphoyisa eMlazi ngoMsombuluko…