IBamba likaKhomishana Kazwelonke we-SAPS lidlulise awenduduzo
I-South African Police Service (SAPS) ibuhlungu ngokudlula emhlabeni kwamalungu amabili eTactical Response Team (TRT). La maphoyisa womabili angene engozini yemoto…
Izwa Umehluko
I-South African Police Service (SAPS) ibuhlungu ngokudlula emhlabeni kwamalungu amabili eTactical Response Team (TRT). La maphoyisa womabili angene engozini yemoto…
Indoda eneminyaka engu-26 ubudala ibulale intombi yayo yaqeda yazihenga eGeorgedale, eHammarsdale, KwaZulu-Natal. Isigameko senzeke ngoLwesibili ekuseni. Ngokusho kwemibiko, lezi zithandani…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athungatha abasolwa kulandela ukutholakala kwezidakamizwa zohlobo lwe-cocaine ebiza cishe uR13 million ezitholakale ngesikhathi sokusebenza kobunhloli echwebeni laseThekwini ngoMsombuluko…
Kulindeleke ukuthi kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto eThekwini njengoba inhlangano iMarch and March iqhuba umbhikisho enkabeni yedolobha iTheku. Kulindeleke ukuthi imashi iqale…
IKhomishana yeziNsizakalo zikaHulumeni (iPublic Service Commission) isiveze ukukhathazeka ngalokho ekuchaza njengokusetshenziswa kabi kwemali yomphakathi. IKhomishana iveze ukuthi uhulumeni usebenzisa cishe…
Umholi weNational Coloured Congress uFadiel Adams usendleleni ebheke KwaZulu-Natal. U-Adams uboshwe ePhalamende ngoLwesibili. Ubhekene namacala okukhwabanisa nokwephula imigomo yobulungiswa. OLUNYE…
Ithimba lamaphoyisa ophiko lwe SAPS iPolitical Killings Task Team (PKTT) selibophe iLungu LePhalamende Le-National Coloured Congress, uFadiel Adams. U-Adams uboshwe…
UMnyango wezeMpilo usunxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuba bangesabi ngokuqubuka kwegciwane i-Hantavirus emkhunjini wokungcebeleka esldlule nemiphefumulo emithathu, okubalwa kubo nowesifazane waseDutch…
UBellarmine Mugabe nomzala wakhe uTobias Matonhodze, bathole izigwebo ezahlukene eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra. UMugabe ulivumile icala lokwephumula umthetho wezibhamu nowokufuduka, kanti…