Ikusasa likaNdunankulu waseKZN lilengela eweni
Umsebenzi kaNdunankulu waKwaZulu-Natal uThamsanqa Ntuli ulengela eweni njengoba kuvotelwa isiphakamiso sokungamethembi. UNdunankulu we-IFP uthi akuthi gqi ngesiphakamiso se-MK Party, esisekelwa…
Izwa Umehluko
Umsebenzi kaNdunankulu waKwaZulu-Natal uThamsanqa Ntuli ulengela eweni njengoba kuvotelwa isiphakamiso sokungamethembi. UNdunankulu we-IFP uthi akuthi gqi ngesiphakamiso se-MK Party, esisekelwa…
I-Enterprise iLembe yethule isimo sokulungela isikhathi samaholidi kwisiFunda ILembe, eCanelands Beach Club & Spar, eSalt Rock ngoLwesine. I-Enterprise iLembe ebihambisana…
Isikhungo esibhekelela izinhlekele esifundazweni sakwaZulu-Natal siqinisekisile ukuthi amathimba ezimo eziphuthumayo ajutshwe ngokushesha endaweni yesehlakalo lapho kudilike khona isakhiwo eRedcliffe, enyakatho…
UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uSipho Hlomuka, ushayele izandla amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS) ngokuphendula kwawo ngokushesha nangempumelelo kulandela isigameko…
Isiteshi somakazo i-METRO FM,imemezele ukuthi umcimbi omkhulu wama-Metro FM Music Awards (MMA’s) uzosingathwa eThekwini, KwaZulu-Natal iminyaka emithathu elandelayo kusukela ngonyaka…
I-National Professional Teachers’ Organisation (NAPTOSA) ithi indlela amaphepha ezivivinyo onyaka ka-2025 ayisikhombisa aputshuka ngayo iphakamisa ukukhathazeka ngezinga lokuphepha eMnyangweni Wezemfundo…
I-United Democratic Movement isibikele iKhomishana lamaLungelo Abantu yaseNingizimu Afrika (South African Human Rights Commission) ngomqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos. I-UDM…
Abosizo lokuqala i-KZN VIP baphuthume engozini eyenzeke eceleni komgwaqo u-M4 Ruth First Highway, eduze komgwaqo u-M41 mawubheke enxanxathela yezitolo iGateway.…
Kulindeleke ukuba kulalelwle ukwethulwa kweziphakamiso zokugcina odabeni lwaseNyobeni eNkntolo yesiFunda yase-East London ehlei eMdantsane, e-Eastern Cape namuhla. Uphenyo luhlose ukuthola…