Kuboshwe abasolwa ngokukhiqiza izidakamizwa eKZN
Amaphoyisa athole ilebhu ekhiqiza izidakamizwa endaweni yaseMhlatuzana. Lokhu kutholakale njengengxenye yemisebenzi ephazamisayo eyenziwa eChatsworth. Lo msebenzi uqhutshwa yi-DPCI, i-SAPS STF,…
Izwa Umehluko
Amaphoyisa athole ilebhu ekhiqiza izidakamizwa endaweni yaseMhlatuzana. Lokhu kutholakale njengengxenye yemisebenzi ephazamisayo eyenziwa eChatsworth. Lo msebenzi uqhutshwa yi-DPCI, i-SAPS STF,…
Inhlangano i-March and March iyamukele imiphumela yesikhashana ye-SIU emayelana nenkohlakalo eMnyangweni wezaseKhaya. Umholi we-March and March, uJacinta Ngobese-Zuma, uthi le…
Icala elibhekene noChatunga Bellarmine Mugabe oneminyaka engu-29 ubudala kanye noTobias Mugabe Motonge oneminyaka engu-33 ubudala lihlehliselwe umhlaka-3 March. Laba bobabili…
Kulindeleke ukuthi bavele eNkntolo yeMantshi yaseNtuzuma osayitsheni ababili ngezinsolo zokuqola abantu imali, namuhla. Labo sayitsheni baboshwe ngoLwesihlanu ngamaphoyisa ophiko lwe-Anti-Corruption…
Indodana kalowo owayengumongameli waseZimbabwe uRobert Mugabe kulindeleke ukuthi ivele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra namuhla. UBellarmine Mugabe ubhekene namacala okuzama ukubulala ngemuva…
Kuboshwe unogada oneminyaka engu-64 ubudala ngecala lokubulala kulandela ingxabano eyenzeka emgaqweni oseThekwini lapho okwaphangalala khona indoda eneminyaka engu-43 ubudala. Amaphoyisa…
Sebeboshiwe abantu abathathu abasolwa ngokuduna imoto kulandela ukushayisa imoto ku-Higginson Highway in Chatsworth. Kubikwa ukuthi umshayeli wemoto ulimale kanzima. Amalungu…
Kulokhu kuqhubeke njalo ukukhathazeka mayelana nokuthi inkampani ekhiqiza ushukela iTongaat Hulette ingase ivalwe. I-Cosatu KwaZulu-Natal ixwayise ngokuthi abasebenzi kanye nemiphakathi…
UMkhandlu wezokuThutha we-E-hailing waKwaZulu-Natal kanye nenhlangano yamatekisi ePhoenix, iPhoenix Taxi Association bavumelene ngokuthi bazozama ukusebenza ngokuthula emkhakheni wezokuthuthwa komphakathi enyakatho…