Imindeni ithuthele ezindlini zesikhashana kulandela izimvula ezinamandla eThekwini
Imindeni emihlanu, amakhaya ayo acekelwe phansi yizikhukhula ngesikhathi kuhlasele izimvula ezinamandla eThekwini ngeSonto eledlule ithuthelwe ezindaweni zesikhashana. Uphiko lwezokuHlaliswa kwaBantu…
