Umbiko wePhasika: Kusolwa amaloli ngokudala izingozi nesiminyaminya ku-N3
UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal uthi ukubambezeleka kwezimoto ku-N3 ekuqaleni kwempelasonto yePhasika kungenxa yezingozi nokuhluleka kwemishini okubandakanya amaloli. Kube nokutheleka kwabantu abaningi…
