IZITHOMBE: Bayavela enkantolo abathengisa insangu ezitolo zokudla
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abahlanu abaneminyaka ephakathi kwengu-22 nengu-41 ubudala ngokudayisa izidakamizwa ngemuva komkhankaso ophumelele owenziwe ezindaweni ezine zamaphoyisa ngaphakathi…
