Skip to content
Sat, Oct 3, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

UPablo Martin oke wacija Amazulu ucacisa eyokushelwa yiPirates
Izwi98 Sports

UPablo Martin oke wacija Amazulu ucacisa eyokushelwa yiPirates

Fikile NdabaMay 20, 2025

UPablo Franco Martin oseke waqeqesha iqembu laMazulu FC ngesizini ka-2023/24 useveze ukuthi emnyakeni edlule esakwiSimba SC yake yamfuna iPirates ngaphambi…

Abafundi bathi iwusizo i-Youth Employability Indaba & Career Expo
Izwi98 News

Abafundi bathi iwusizo i-Youth Employability Indaba & Career Expo

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

Kube yinjabulo yodwa abafundi bezikole ezahlukene baseThekwini behlangene eDurban ICC eThekwini lapho obekuqhubeka khona iYouth Employability Indaba & Career Expo…

Kuhlukene imibono ngendebe entsha yeBetway Premiership
Izwi98 Sports

Kuhlukene imibono ngendebe entsha yeBetway Premiership

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

Abalandeli bebhola laseNingizimu Afrika sebephawule ngezindlela ezahlukene mayelana neNdebe entsha yeBetway Premiership ethathwe yiMamelodi Sundowns osukwini lwayizolo. Le ndebe yenziwe…

‘Ukuboshwa kwamantombazane ngelokushaya kufanele kube yisifundo’
Izwi98 News

‘Ukuboshwa kwamantombazane ngelokushaya kufanele kube yisifundo’

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

UMnyango wezeMfundo eGauteng uthi ukuboshwa kwamantombazane ayisikhombisa asolwa ngokushaya enye intombazane engmfundi waseBedfordview High School kumele kube yisifundo kwezinye iziqhwaga.…

Kuqhume imikikizo iPSL ichitha icala ebelibekwe iDurban City
Izwi98 Sports

Kuqhume imikikizo iPSL ichitha icala ebelibekwe iDurban City

Fikile NdabaMay 20, 2025

IPremier Soccer league (PSL) isilichithile icala ebelibekwe iDurban City lokuthi lasayinisa uSaziso Magawana ngokungemthetho. Ukuchithwa kwaleli cala kusho ukuthi iDurban…

Ikusasasa ngomdlalo woSuthu nePirates eMabhida
Izwi98 Sports

Ikusasasa ngomdlalo woSuthu nePirates eMabhida

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

Kubhekwe ukuthi uthakaselwe abantu abaningi umdlalo weBetway Premiership ozodlalwa Amazulu fc ne-Orlando Pirates, eMoses Mabhida Stadium ngoMgqibelo ngo-15:00 ntambama. Amazulu…

Isigwebo seminyaka kowabulala umalume kubangwa upolony wamasemishi esikole
Izwi98 News

Isigwebo seminyaka kowabulala umalume kubangwa upolony wamasemishi esikole

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

Ubhadle ejele owesilisa obulale umalume kubangwa upholoni wesikole Indoda eneminyaka engu-21 ubudala igwetshwe iminyaka engu-18 ibhadle ejele ngecala lokubulala umalume…

Umqeqeshi wamaSharks akagculisekile ngezakhe
Izwi98 Sports

Umqeqeshi wamaSharks akagculisekile ngezakhe

Fikile NdabaMay 20, 2025

Umqeqeshi weqembu lamaSharks, uJohn Plumtree, usezwakalise ukungenami ngendlela ezakhe ezidlala ngayo nakuba ikwazile ukushaya iScarlets ngo 12-3 kumqhudelwano we-United Rugby…

UNabi usanethemba nge-Top 8
Izwi98 Sports

UNabi usanethemba nge-Top 8

Fikile NdabaMay 20, 2025May 20, 2025

Umqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasredine Nabi, uthi usanethemba elikhulu lokufaka ezakhe kuTop 8 njengoba sebesalelwe umdlalo owodwa weligi nalapho bezobhekana khona…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.